@phakelumthakathi: Aw Sawubona wekukhuluma nizinsizwa eSun Face KwaDweshula.Izinsizwa iSouth Africa yonke azibambane kuphilekwane,ezesa South Coast ziqonywe nganeno koThukela,ezanganeno koThukela ziqonywe phesheya koThukela babhemu. Ayzondinkabi 🐂
Nkosiikhona Ndabandaba
Region: ZA
Saturday 30 December 2023 18:02:03 GMT
Music
Download
Comments
st faith :
Aw madoda kwelakithi kwagqwathaza
2023-12-30 19:55:42
4
user9658110999651 :
kungaba mnandi eKZN if insizwa zaphesheya koThukela zingahlonipha njengawe zingabizi isouth coast ngaMampondo
2024-01-02 12:19:42
3
mshiywakhabinjasi :
zamnandi indaba mawuncoma nathi south coast
2023-12-31 06:18:05
3
Mpondozankomo :
wofika nase mzimkulu kwelamabhaca
2023-12-31 05:04:07
3
Mzwandile Radebe :
Wakhuluma kahle ngendawo yangakithi Khathide 🙌
2023-12-31 01:01:39
3
NAPE :
mfoka ndabandaba
2024-03-28 05:02:51
2
sosibo50 :
Uyinsizwa kodwa phakela umuntu unconywa esaphila
2024-01-07 20:58:40
2
FELEBA wangempela :
wemfakandabandaba syabonga bhuti amazwi owasipha wona asqinisa asphilisa mfwe2 izandla zivuliwe ubuye mnewe2
umenje eebnsizwen
2024-01-03 17:27:18
2
sokalezwe wase Manguzeni :
Asbonge phakelumthakathi Mfwethu ngakithi insizwa iphathwa kahle iyahlonishwa
2024-01-02 11:31:49
2
siphamandla brain mnyandu :
asilungise spelling bhuti St Faith's not (Sun Faith)
2024-01-01 13:13:28
2
maliwa_fuze 1 :
phakela🤝
2023-12-31 14:45:33
2
Honest Lihle Mhlanga :
Uyabeka mfowethu..
2023-12-31 06:09:12
2
@SJDuma :
Ey indada yaleyansizwa ingphathe kambi kakhulu namanj angikozwa ukth idliwe yin leyansizwa
2023-12-31 05:39:16
2
user907771 :
Aziqonywe insizwa zifuna o skwiza bamaXhosa, omakoti babeSotho maTsongo
2023-12-31 04:30:45
2
the boss :
mongameli wamabhinca❤
2023-12-30 18:20:09
2
Phathu Makhanyakude :
Ndabandaba, akadele mthakhathi madoda 🙏
2023-12-30 18:10:54
2
Kumakwakhe :
amadla omuntu akadliwa kwelakithi kwaZulu
2024-03-19 04:49:16
1
paulosmngonyama23 :
ngikuthandela amaqhiniso
2024-03-18 04:40:32
1
MxolisiCele_98 :
@Nkosiikhona Ndabandaba wasithembisa Bhut'omdala ukuthi uyobuya uzosiza sakhe. Sasikhuluma mhla kubekwa uSangoma
2024-02-03 23:18:41
1
DUBANDLELA KA MAGAYE :
ukhuze om'khaya bakho Sbali bayeke ukus'buza ngamampondo
2024-01-10 09:14:09
1
Mzi Vic :
Cha ke bhuti ake ubatshele lapho enhla neKzn Nongoma,Lundi Mpangeni,Nkandla ukuthi abayeke ukusibiza ngamaMpondo eSouth coast,singamaZulu thina.😂😂
2024-01-06 19:18:50
1
nhlalabeyshikiza :
ingakithi impela lapho owawkhona eesgcakini wawngaphesheya kwasekhaya
2024-01-06 08:08:13
1
ntombykayise :
Mkhaya
2024-01-03 13:00:22
1
Lungelo :
Siyabonga kakhulu Bhuti omdala
2024-01-02 15:40:59
1
To see more videos from user @phakelumthakathi, please go to the Tikwm
homepage.