angfune ndoda ezothengela ingane yami izinto ngikhona, ngyakwazi ukuzondlela, akaphapheke uma ethanda ngzomukhokhisa ne school fees 😏
2024-04-03 03:34:36
2
SondoLenyamazane :
Ngiyakuzwa. However, that also creates expectations from the mother and her other child... soon enough she'll demand ukuthi wenze the same on everything. Bese ukhala ngokuxhashazwa.
2024-03-05 11:47:49
2
Msizi Sam :
👌at the same time uyifundisa noBuntu mfw2 👌🫶 power
2024-02-28 15:46:50
2
Nsindiso Khanyile Kh :
Ayibuye ngakimi okuncono I’m not going to take care of another man’s child , ngeke if my budget it 500 I’m not going to split it he deserves the 500
2024-02-28 13:07:28
2
CC Ndebenkulu 🇿🇦 :
Good qinisile
2024-02-28 12:07:07
2
mpendul00 :
mina ngyakuzwa bro wam ukhulile kakhulu ngokomqondo
2024-02-28 11:51:33
2
@Sbusiso Ngqabutho :
Zokuzwa zonke insizwa , angaz kukuzwa akuyona ke
2024-02-28 11:17:30
2
FOOD LOVERS & JOB OPPORTUNITY :
mina angeke ngeyami imali khohlwa akazonde ozondayo mina ngsebenza kanzima bhuti ngyaxolisa angeke umawayo akenze yena ezakhe
2024-05-11 01:22:27
1
Njengakuwe Luvuno :
iqiniso bafo kodw min cha ngek ngikhone makub ison sekungavel kub yiso
2024-05-01 21:44:52
1
NqabaZikode :
usuqalile uyasidakelwa, ngondlele enyindoda mina?
2024-04-24 03:32:56
1
Qhawe_Fasabhawoti :
inkinga bafo ibalapha Uma lobaba wale enye ingane uyithengela yodwa eyakhe Mase eyami inciteleka kwawami Amandla okuyijabulisa kwenziwa njani lapho
2024-04-21 22:17:49
1
MEHLOKAZULU :
mina bhuti ngiyakuzwa...ngicishe ngayvala...wanele wathi awenzeli uMawayo..ngakulalela..ai idinga ukujulelwa lee kodwa ngikuzwa kahle
2024-03-16 08:56:29
1
To see more videos from user @vundisatv, please go to the Tikwm
homepage.