@majola_omkhulu1: #praying #amanazaretha #shembeunyazilwezulu #SAMA28 #shembe #sama28tiktok #2024bride #amanazarethaasebuhleni #inkosiinibusisenonke #blessed #blessings #god #viral #capcut #fyp #fypage #foryoupage #foryou #southafrica #fyppppppppppppppppppppppp #chinafly #praying #powerful #powerfull #prayer #1billion #1billionviews #zulu #zulutiktok #durban #durbantiktok #johannesburg #gauteng #gautengticktok #capetown #capetowntiktok #capetownsouthafrica #southafrica #trending #trendingvideo #trendin #trendy #trend
majola_omkhulu1
Region: ZA
Thursday 29 August 2024 13:49:17 GMT
Music
Download
Comments
Mariba :
Ngyabonga umkhuleko 🙏angisonti kwa shembe kodwa umkhuleko wakho ungiphe Amandla nokukholwa ukuthi konke sekuphendulekile Amen 🙏🙏🙏🙏
2024-08-30 08:56:41
106
nkosazane :
Mkhuleko wakho unamandla , ngilale le umkhuluko wakho Monday ebsuku ngino 200 ecardini ngavuka ngino R11000 kwi account yami 🙏
2025-07-16 16:03:03
64
iam_sandilek :
Ngicela ungikhulekise bhuti ksasa ngiyobhala I test yomsebenzi 🙏🙏 ngicela uShembe Abenami
2024-08-29 15:43:40
89
KaZikhali ✨😍😘 :
Siyabonga kakhulu bhuti ngomthandazo. Since qale izinto zami kaShembe kuyakhanya. Bengixakeka ngalendlela kodwa sekungcono. Shembe aqhubeke nje asivikele Nyazi Lwezulu 😇😊
2024-08-30 04:34:45
43
Snethemba gumbi :
mina ngyabonga bhut ngomkhuleko wakho on Monday ngingene ku TikTok nginena data kwavela I video yakho ukhuleka ngakhuleka nawe ntambama ngafonelwa kwathiwa ngize emsebenzin without interview ne cv
2025-04-30 19:40:39
45
NtandoZungu :
amen ku nyazi lwezulu ngafaka ngabizwa ukt nglethe CV lutho ukubizwa
2024-08-29 21:10:58
15
Sandanezwe :
Uzungikhumbule Nami 3:00a.m as I see this powerful prayer 🙏Nami ngiwuthola umsebenzi, Kanye noMfowethu osejele aphume,. 🙏
2024-08-30 01:04:16
26
pinky :
shembe ngicela ungpholise unglwele lempi sengikhalile kwanele ngicela ungipha injabulo yenguna phakade😭
2024-10-26 22:51:55
15
Lungisani Mdluli :
Bhuti Majola ngicela ungikhulekise kulonyaka ngiwuthole umsebenzi opermanent
2025-01-02 12:00:50
13
Sanele05 :
Baba ngicela ungiphe amandla Nam ngikwaz ukuvusa ikhaya lakwethu shembe😭🙏
2025-08-27 03:36:48
5
nxele3 :
shembe nyazi lwezulungicela ukhanyisele umtwana wam usecollege shembe ngicelaukuthi uma sebhala amatest okuvala unyaka ngicla umkhanyisele abhale kahle konke kumkhanyele abone impelndulo ngoba zinjalo
2024-10-06 01:16:06
9
buyi :
Ngicela Shembe Nyazilwezulu ungikhanyisele, nomama wami aphile ngokwenqondo, abantwana bethu baphase ngamalengiso ezikoleni
2024-08-29 18:16:18
13
bum :
Shembe Nyazi LweZulu ngcela ukuthola umsebenzi Kade ngafunda ngagogoda kodwa angwutholi umsebenzi,Susa Nyazi LweZulu lesibopho esiphezu kwami esivala ukuthi ngithole umsebenzi 🙏
2024-08-29 15:18:38
8
S🌺 :
Ngicela ungikhulekise ukuthi ngithande iskole ngoba amandla ayangiphelela endleleni 🙏
2024-09-21 19:48:51
6
Aboh_Hadebe :
🙌shembe uskhumbule sonke
2024-10-23 19:36:01
6
smiesnera :
ngicela ukhulrkise umuntwana wami wenza u grade 11 usewuphinda okwesithathhu
2024-09-05 19:09:53
5
MaJobe :
ngicelela ingane yami umsebenzi ewufundele
2024-09-28 17:42:34
6
Bongani_2023 :
Umkhuleko unamandla Shembe uze ungikhumbule ngivuse ikhaya lakithi nelezingane zami ngicela ungiphe amandla nempumelelo Nyazilwezulu
2024-10-14 12:56:41
5
Zandile Mabaso :
ngicela babuShebhe ungiphendulele kuzozonke isifiso zamii kuphele nenhlupheko engibhekekene nayo
2024-08-29 21:06:43
8
Star ⭐ :
Saw this while on the road to work🥺🕯️🕯️🙏🏾
2024-08-30 04:26:33
5
Mazuma :
ngicels ukhulekise ngiphase umatric wami ungalibali emikhulekweni Aman
2024-08-29 20:57:16
7
Amanda Amoh :
Amen
2026-05-02 21:26:16
0
Recessive :
Amen ngicela ushembe angkhumbule 🙏
2026-05-08 18:52:05
2
Dudhza :
Shembe nyazi lwezulu nkosi engahluleki mina wake wangenzela umusa 🙏namanje ngicela uzibonakalise shembe nkosi
2026-04-25 00:09:02
2
Masamgweni diya :
Amen
2024-11-21 19:31:47
1
To see more videos from user @majola_omkhulu1, please go to the Tikwm
homepage.
© 2021-2026 TikWM. All rights reserved.