@phakelumthakathi: Sawubona Wekukhuluma 🔥 Zinsizwa asihlangane ngoba Sizinsizwa ezibona ngokufana nezikholelwa entweni efanayo.Nizinsizwa kakhulu eMkhomazi eNhlazuka ngiyanesaba🙌🏾🙌🏾 sukaaaaaa 🔥🔥🔥. Aybambe Eykhona 🤝🏾. University of Ubunsizwa Ayzondinkabi 🐂.
Nkosiikhona Ndabandaba
Region: ZA
Monday 02 September 2024 16:43:38 GMT
Music
Download
Comments
Msenitovic :
lendoda ikhona
2026-07-04 09:27:26
12
172MK_KHUZWAYO🎱 :
Sukaaaaa🔥🔥🔥🔥
2026-07-20 06:47:58
10
Maseveni Scelo Mkhize :
Siyabong bhuti omdala nawe Mfwethu uyisibonelo esihle ensizweni ubuhle bakho siyabubona nathi ngapha eMkhomazi.uyibambe nje kanjalo Qhawe lakithi
2024-09-02 17:30:34
17
Sindab'mgudla🎱🤷🏻♂️ :
Lyrics please
2026-03-21 06:07:14
3
Use2223343234478 :
Kumnandi kwansizwa sukaaaaaaaaa🥰🥰🥰🥰
2024-09-02 18:10:25
14
musaduma :
ay kodwa uynsizwa mtaka mkhulu sukaa man aa yemadoda khule khehla lakithi syafunda la kuwe engathi unkulunkulu angakvikela kanye namathongo akini umningi uwedwa nkosi ikbusise🤝🤝🤝
2026-04-13 05:29:29
1
Gaxumlenze :
Ubusisiwe ozalwa nawe Yaz lento yokzalwa no cheese boy iyabheda
2024-09-02 22:59:21
7
Bendalo :
Mbutfo lomkhulu uyahaya bhuti ngiyakuva
2024-09-30 21:05:49
2
Zweli575 :
Ngikukhonzile bhuti futhi manje ngikukhonza ngesigaba engangikhonze ngaso uMntwana kaPhindangene noMntwana uGideon. Kwakuzinsizwa ke lezo ezingencenge kuthandwa, zinenkani zikumela okwazo ay lembhedo
2024-09-02 23:17:01
6
Mzwandile Sakhile Ndlovu :
Bhuti omndala uyinsizwa ngibonekahle kwelakithi emkhomazi uvumisa izinsizwa esibayeni kuyasithokozisa ubona muntu onjengawe esivakashele
ngathi ngahlezi kunjalonje nomanin makunomdlalo emkhomazi
2024-09-03 11:50:33
7
Scelo@93 :
Uynsizwa Bhuti awuyo insizwa ngakin kuphela uynsizwa ndawozonke. iznkulumo zakho zyakha zyafundisa, umuntuke menenkan iqedwe ngenduku 😄 mpilonhle mpilonde 🙌🙏
2024-09-12 13:14:06
3
sifisohlatshwayo42 :
Mfoka Ndabandaba!!!
2024-09-03 03:36:54
2
sompisi :
hawu kodwa phakela qhawe lakithi.
2024-09-03 11:56:07
1
ZIgiZemfene :
usimele siyintaba yezulu
2024-09-03 05:45:56
1
KING G BHEBHE :
Phakel'umthakathi Ndabandaba ilapho bhuti omdala
2024-09-24 18:44:09
1
DLUKA 222 GP :
zihlangene zyazana futy zinjalo
2024-09-04 21:22:51
1
mzukulukamahhashi :
Sizinsizwa savuma sibamb nom kulukhun ngob savuma🤞 KwaNsizwa
2024-09-03 06:32:20
1
Phumlile Slangazelo❤ :
wethu wethu... 😅
2024-09-14 17:41:27
1
Zulu Omnyama 12 :
🙏🙏mfok Makholwa
2024-09-03 09:11:47
1
Sipho Masiliva :
Bhuti Phakela 😊👑 Ngikubone KwaNongoma Ngakwesaba Wabuza Ukuthi Wabheke Phansi Nsizwa 🤣🤣 Ngivuma Ubunsizwa Bakho Bhuti 😊👑
2024-09-02 17:55:31
1
Mlilo :
Shono kaaaahle bhut omdala
2024-09-03 05:54:59
1
mpongo :
wethu wethu wethu wethu wethu kuninikant
2024-09-02 23:06:04
1
nameless brand :
Ucishe wafika ngakithi. Bekumele uwelele ngaphesheya komkhomazi enhla kwase Mkhunya.
2024-09-02 20:20:54
2
masindi :
kodwa❤️❤️❤️Voice yakhe njeee Hayi mna sazi
2026-03-28 08:04:20
0
lindani611 :
Besinawe lapha ka gwamanda🤝
2024-09-04 08:11:47
0
To see more videos from user @phakelumthakathi, please go to the Tikwm
homepage.