@hlengymangcobo: #fypシ゚ #fyyyyyyypppppppp #viralvideo #umlando kamufi#paper 3 revision

uMangcobo 🌻
uMangcobo 🌻
Open In TikTok:
Region: ZA
Tuesday 09 September 2025 04:53:54 GMT
1170431
78725
923
3987

Music

Download

Comments

the_mobilestore19
Preshdear28 :
Uyabakhipha oDistinction izwani ngami ✋🏾✋🏾
2025-09-09 11:00:52
4006
eric_24_kamza
Eric_Kamogelo :
Am i the only one who used to write my Teacher’s Name ku mlando ka Mufi…??😩😩
2025-09-10 05:02:50
603
nkanyisofanele_dlamini
nkanyiso dlamini :
Lapho uMama wami uNomusa Rejoice Shezi😭😭😭😭
2025-09-09 07:59:33
2033
njabujrs5ib
Njabulo Wangempela :
Kshuthi lento ima kanje: UMLANDO KA BHONGANOCHATHO SHEZI ONGASEKHO. *UBhonganochatho Shezi ozalwa u Nksz Sibongile Kanye no Mnuz Mgoqozeni Shezi ozalelwe endaweni yase Mandeni eNdulinde ngonyaka wezi 1995 Ku Masingana ngosuku lwama 23, usishiye emhlabeni Zingama 20 Ku Ntulikazi kuwona lonyaka wezi 2025. *Ube eseqala amabanga akhe aphansi eGcwalangomoya primary School ebangeni lokuqala waphothula ebangeni lesikhombisa, okuyilapho Abe esephuma khona eseyoqala amabanga akhe aphezulu eMpoqabulungu Secondary school waze waphothula umatikuletsheni ngamalengiso. *Ube eseqala amazinga akhe emfundo athe Thuthu e DUT okuyilapho owabaqwaqwada bonke amakhanda enza khona iziqu Zobudokotela,Nokuyilapho okwathi mayephothula wasebenza eMshiyeni eSibhendlela. *Ube esebamba elikhulu iqhaza emphakathini ngokuvula inhlangano yokuqwashisa intsha mayelana nezifo ezithathelana ngokocansi nokuyilapho khona egqugquzela ukuziphatha kwezintombi. Lala uphumule Dlaba dludle Wena owavula iNkandla ivaliwe, siyohlala sikukhumbula Sgananda👏
2025-09-09 17:34:23
547
sanascottmk
Sana Scott II :
thanks & I'm writing tomorrow
2025-10-26 22:00:24
110
zamangwane_zanokuhle
Zamangwane_Bongs ❤️ :
Thina sasithi "i Orbituary kamufi" 😭😭😭
2025-09-09 11:56:09
614
wonderful11m
Kgotso Sedi2 :
She is super good in teaching isiZulu language. Her results are excellent I can tell
2025-09-09 17:48:49
25
boooh312
Boooh 🇿🇦 :
Waze wa good lo Thisha❤️❤️❤️Those kids are very lucky, I hope they realise that.
2025-10-15 20:57:03
36
www.tiktokzing_70
Z :
You make me want to rewrite my grade 12, 35 years later 😂🥰❤️
2025-09-09 16:14:12
59
nomzamo045
Nomzamo :
Why ivela manje ekuseni 😭
2025-10-27 04:46:38
120
talenteshezi43
Sgananda :
kodwa Shezii phoo??😢😢😢
2025-10-19 16:38:51
61
mtakamanazi
maMuthwa :
Kwaze kwamnandi kaLanguage bafundisa into abane sure izophuma .Ubukhona lowomlando wakhona😂
2025-09-09 14:43:08
184
mthokozisi.masombuka
Mthokozisi Masombuka :
lapho Monday ngiyabhala p3 thanks ❤️🩹🕯
2025-10-24 16:27:29
74
syamteee
Syamtee :
Baningi okumele bafunde la, izinto esizibona kuma obituary😱
2025-09-09 13:50:51
60
nomburose
Rose :
Ofeyilayo manje uyathanda! 😭
2025-09-09 19:36:25
60
ms_tobs
ms_tobs Mthombeni :
😂😂wangikhumbuza uMrs Kweyama😂 “akafunde lo muntu, abe namagalelo emphakathini”😂 angavele azalwe bese eyafa😂😂
2025-09-09 14:38:39
55
sbu14dee95
Dadewethu Witness Mncube 95 :
Mina ngathola uLevel7 last year nganxa yakho, uma bengakulalela nje bazophasa
2025-09-09 10:08:45
85
vumezitha_16
Thee_Unbothered_Fundz🫧 :
Ey umuntu nomuntu akenze iContent ngokthanda kwakhe bakithi mayikdina or iUseless scroller bo scroller nkos yam, khuphuka mzali❤🥰 very informative coz izinto esiyfunda emingcwabeni😩🤣
2025-09-09 18:55:10
15
minenhlesneh
Minnie M 🌸 :
Ngangiyophuma no 7 wami ka 99.9 %
2025-09-09 12:12:08
35
bonga.mayisela0
Bonga Jibhela Mayisela :
Government kodwa awuboni ukt asisekho isidingo sale content 😢
2025-09-09 14:21:27
102
i_am_zaddy0
I_am_Zaddy :
😭😭😭 We are at the age where we need these skills 😭😭😭😭😭.
2025-09-09 11:37:31
34
julia.makhonjwa
Julia Masombuka :
As a language student teacher m inspired 👏👏
2025-10-04 18:02:54
7
vuyimlitwa
vuyimlitwa18 :
legege evele ibuze into esobala😭😭 nathi sasifunda nayo
2025-09-10 15:46:12
7
syethembazulu427
Syethemba :
I'm saving this video for my teaching practice next year
2025-10-24 17:12:45
5
hlehlex1234
Hleigh Makhathini 🌼 :
haibo, thisha waze wachaza kamnandi ♥️♥️ngazi bona ngomunye wabafundi bakho😂😂
2025-09-09 20:26:51
13
To see more videos from user @hlengymangcobo, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About