@izindabazethu: Ukhala ngokubambezeleka kokufihla umndeni osekuphele iminyaka emine ungakwazi ukungcwaba indodana yawo. Isidumbu sikaMmeli Ngcobo owayeminyaka engu 16 satholakala silahliwe esigangeni eCarto Ridge ngaseThekwini ngo 2021, kodwa kuze kube manje akakaze angcwatshwe ngenxa yokuhlehliswa kwecala enkantolo. #izindabaku163 #NewsOnWethu
Izindabaku163
Region: ZA
Wednesday 10 September 2025 15:23:58 GMT
Music
Download
Comments
NomaG :
uhlakaniphile lomama... ufuna ubulungiswa kusheshe .
2025-09-10 18:30:56
88
Strin protector :
Ncwabani ngane niyicuphe kuno muntu kadengezi ocuphayo 4 days awupheli umbulali esaphila uma umuntu efihliwe
2025-09-10 20:05:24
46
user6571607506526 :
aybo mzali khulula ingane iphumule y uyibulalisa ngamakhaza
2025-09-10 16:31:29
109
Nonjabulo Ntsele :
Insuku or unyaka 😢
2025-09-10 19:38:54
10
Mndebele 810 :
Uyothi phapha ezwe kuthiwa ingane yangcwatshwa yi state yini kangaka
2025-09-10 21:04:24
18
Hloby FBO :
Ewu ngabe isesekhona khona lapho emakhazeni lengane bakithi
2025-09-10 20:44:48
10
Fundisiwe_Godongwana Mamjoli :
4 yrs pho,hyi noba seyagula lomama soze klk
2025-09-10 19:21:54
20
Mathando :
yhooooo 4 kaze sewabanjani kona lapho emakhazeni
2025-09-10 20:17:23
4
Mimza’s :
Kothi kusuka kube kushona yena engabe encwaba ingane
2025-09-11 03:51:16
4
phindile :
Aybo uyagula lomama 4 years wonke pho ngane hlezi makhazeni ngathi mebegwetshwa uzobe seyavuka mfana ba wrong suka
2025-09-10 19:58:10
9
DJ POOMLA :
Gqigqa wena mama sebajwayela ukubulala abant kuhelele emoyeni💔💔
2025-09-10 23:52:27
4
Phikeni fuze :
Aybo ngeke udinga counseling lomama nkosyam ayikho enjena
2025-09-11 02:43:00
7
thokza :
yithi ulwa mama ingane iphumule ngokuthula
2025-09-11 06:09:38
1
Nomanini :
Ubuhlungu obungaka Sisi😭mngcwabe umfana Uphole
2025-09-10 19:35:20
17
Nomusa :
Justice for Mmeli. Ngabe uqedile ukufunda etetiary ngoba ubehlakaniphile @ 16 already was doing matric
2025-09-11 04:45:37
3
mazet hadebe :
😳😳😳Awuuu ay ngeke Mama dedela ingane ngyazi kuthi kunzima kubuhlungu futhi awuuu iminyaka ewu 4 pho ayngeke bakithi😥
2025-09-10 20:09:07
13
Gatsha Mahlangu :
Trust your son enough that he will fight for himself beyond his grave. Just bury him with dignity let him rest peacefully. He has suffered enough from the cold fridge.
2025-09-10 20:32:48
7
Qwabezana :
Sengath badinga counseling balimele emqondweni 4 yrs umuntu esemakhazeni😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔💔🙆
2025-09-10 20:24:54
25
NPN :
kodwa I South Africa akunaqiniso
2025-09-11 04:14:31
2
sboniso :
hawu imizi seyaphathwa izifebe, ngeke nje amadoda ayivume le manje adonswa ngamasende
2025-09-11 01:11:04
0
Ziphozamatshali zondo :
mmmhai cha khona inkinga laa yaze yabuzwa ubuhlungu ingane ngisho isishonile😢🥺😩
2025-09-11 05:52:29
1
lowyn36 :
Y engagcwatshwa I don’t understand
2025-09-10 17:42:36
8
user3374385394383 :
manje bangaze bambulalele ifoni kant umuntu unjani vele
2025-09-10 17:34:07
0
boo.💋 :
mmm kodwa yini le 4 years emakhazeni 💔💔💔💔
2025-09-10 16:25:34
3
Doso :
Yini vele edala ukuthi abanikazi besidumbu bengavunyelwa ukuyosibona,lomama uzoba nesiqiniseko kanjani ukuthi umntanakhe lowo engambonanga,kuvulikelwa leliphoyisa kwaze kwanzima Nkosi yami
2025-09-10 19:57:32
6
To see more videos from user @izindabazethu, please go to the Tikwm
homepage.
© 2021-2025 TikWM. All rights reserved.