Yim lo ngayenza lento I R1 ngayilahla ku freeway…kwavele kwabheda worse…mang yobona umuntu wathi kunemali engay lahla mele ngiyoyifuna kuzovuleka konke 😥💔
2025-09-13 18:09:25
6
umgosi_bafazi :
amanzi lawabhuti wami ngiwachitha kuphi wona
2025-09-12 07:00:13
11
Nduna :
Ay kuyazwakala nsizwa yakithi, manje yonke le process iyenziwa emini noma ebusuku?
2025-09-11 21:48:16
6
khumalo :
Amen muntu wenkosi siyabonga ngoba ayikho into ongayenza uma imali ingekho