Kay bee ka Ntuli :
Wena Mama ufuna ukuzwelwa ubuhlungu ngoba ubona ukuthi amasango Ka Sgonyela azokukhalela ngemali eniyidlile nabangane bakho okuwukuthi manje yonke into iqonda kuwe, sowusitshela ngama water Mafias ,,,,,, akekho umuntu okubuze yonke lentsumantsumane osixoxela yona ,,,,,, okusemqoka wukuthi wena uye ejele kwaphela nje qhaaaaa!!!!! Bekumnandi niyitapuza angisho???? Akube mnandi ke namanje njengoba uzoya endaweni emnyama!!!!! Haaaaakkk matorokisi!!!!!
2025-09-22 07:07:26