@mfokangema94: lena ngiyisho ngoba abantu abaningi ibalimazile eyokuthi ubaba wakhe umuntu amlande ngoba impilo yakhe isimuhambela kahle kyamisela impilo lowomtwana ohambweni lwakhe isdalwa esisuke sikuphe lowomuntu osuke uzomlobola if kungowakomalume wena usumusa kwababa uyazibopha izinto ngoba usuke uhamba nomuntu wakwelinyigceke kungenzeka nhlalokahle ingabi bikho futhi phambili

INKOSIYEMIBONO 002
INKOSIYEMIBONO 002
Open In TikTok:
Region: ZA
Saturday 25 April 2026 10:52:14 GMT
183574
12116
210
413

Music

Download

Comments

noxy188
Sbahle :
Thina esibhilonga komalume wozani la🙌
2026-04-25 11:51:34
549
musa.gates
Musa gates🇿🇦🇿🇦🇿🇦 :
Webhuti ulwazi lakho lunamandla kakhulu🤝
2026-04-25 11:36:24
133
mfanakamageza03
Mf@n@ K@ M@gez@03🤙 :
no matter what happens my daily track "umlanjwana "ngikhulele ekhaya komama
2026-04-25 17:10:16
34
zenzi.mdabe
Zenzi Mdabe :
Let gather together wemlanjwana🥰tezakomalume
2026-04-25 23:08:18
39
user43775815815908
Syabonga Nkosi :
dankie mf2
2026-04-25 11:16:37
16
user4633871737854
user4633871737854 :
True mkhulu,
2026-04-25 15:45:01
5
skhumbuzo.zwane5
Skhumbuzo Zwane :
bhuti unjan ngicela ukubuza Mina ubaba usikhulisile ehlala nomama kodwa akazange Abe nawo amandla okusivimba nokusihlawula .. okwamanjr ngivusa umuzi kagogo komalume ngisacela ukubuza ngingamakhela ubaba ikhayha leli asikhulisele kulo ngisacela ukwaz 🙏♥️
2026-04-25 16:14:03
23
scelimpiloosborn
ngcolosi 03 :
syabonga ukudodiswa bhuti ❤️👊👏ngoba isintu sibanzi
2026-06-17 11:07:46
1
nkosana336
Nkosana :
ngiyathanda leyo🙏
2026-04-26 13:04:24
2
terreslime
terre_koosjr :
umbono wakho bhuti, wonke umuntu une story sakhe esihlukile kwesomunya always remember that
2026-04-26 09:43:42
8
ndabezithashandu
Razor :
ngyafisa ukwazi ukuthi lengqwele ikhulele komama noma ikhulele kubo yin Uma ngingathola leyompendulo it will be easy for me to understand his content 🙏
2026-04-25 15:06:09
13
user88577613278823
Nhlosenhle :
Asbonge mfethu 🥰🥰
2026-04-25 14:46:40
2
sthembisos29
Sthembiso S :
Iqiniso elingadinge tolika,ngyabonga bhuti omkhulu,ukhule njalo ngadikibali,ulwazi ongipha lona,lungikhulisa nsuku zodwa,wena waMangadini 🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽🤝🤝🤝🤝🤝🤝
2026-04-25 11:36:12
11
minister_wama2k
@Malandela21 :
bhutomdala makhulu amazwi okuphilisa onawo 🙏♥️📍
2026-04-25 17:01:44
3
boboshana652
Boboshana652 :
Siyabonga dlokovu abatshele mf2💪🤞🇿🇦
2026-04-26 13:57:23
3
murielthandisile
Muriel Thandisile :
Kuyazwakala ndodana siyabonga kakhulu 🙏🙏🙏
2026-05-06 07:03:46
1
xxolomahlangu
Noxolo Mahlangu :
True
2026-04-26 12:44:55
1
mbalishozi3
mbalishozi3 :
and kunjalo ngihlezi ngikubona mina omunye waphelelwa umsebenzi waze wagchina edlulile emhlabeni
2026-04-26 06:11:40
2
mvelociti707
Mvelociti707 :
Siyabonga bhuti ama qiniso bhuti 😌 sisaphila IsiZulu
2026-04-27 16:28:17
1
mgengerh
Thalenterh :
umbele ogwansile 💗🙏syabonga bhuti , kuningi esikutholayo kuwen nesikhula kukho
2026-04-26 08:07:07
2
www.com.ngunezi
Nzalo kaSambela :
Qhubeka bhuti usiphe izeyalo siyacosha njalo lapha kuwena 🤝.
2026-04-25 16:25:12
1
smeja783
Smeja :
Hayi uyabeka madlokovu onezindlebe uzwile 🙏
2026-04-25 17:53:27
1
goodman66009
G,man :
Nkos'yembono,siyabonga ukusivula amehlo ngiyawalandela ama video akho ayangakha
2026-04-26 09:09:13
1
nkosingiphile.siy2
Nkosingiphile Siyabonga :
🙏Siyabonga ngokusikhulisa
2026-04-25 16:38:53
1
To see more videos from user @mfokangema94, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About