@hlangana_mnguni: Izithakazelo zakwa Majola, Majola Clan Names, Majola Clan Praises #Majolaclanpraises "Izithakazelo Zakwa Majola. Gama! Majola! Mchunu, Macingwane, Ngqulunga, Nyanda Yemkhonto, Ndabezitha, Phakade, Yeyesa, Ndlela zabedluli nabaGudosi, Sibiya ngomthongwana abafokazana bebiya ngamahlahla, Mabonw’ abulawe! Ndabezitha wakwaMacingwane, Nina baseMaChunwini khona len' enhla Majol’ omkhulu Owajol’ inkomo yakwaNobhengu Weqa nayo phesheya koMzimkhulu Macingwan’ owadabuka kusondibilishi KaMamantis’ isalukazana soMsuthu Phakade eseNgonyameni Mchunu! Dladlama mfokaMajola Ntube mtakaMajola Nontshinga Ngqulunga! Macingwan’ eseNgonyameni!" #Majolaclanpraises #Majola Comment your surname to be added 🤲🏽🐆 Subscribe, Like, and Share🫶🏽❤️ Tags: izithakazelo zakwa Mchunu,Mchunu clan names,izithakazelo,Mchunu,izithakazelo zakwaMchunu,umlando wakwa Mchunu,izithakazelo zakwa
Ukuhlangana Kwezizwe
Region: ZA
Sunday 17 May 2026 15:55:00 GMT
Music
Download
Comments
Ayanda mathandabuzo :
Ngicela ezakwa Matomane😊☺️please 🥺🙏😊
2026-06-30 11:06:07
0
MaCebisa :
yithi omajola
2026-06-28 00:49:40
0
Itss nosi❤️ :
Xobiso please l have being asking
2026-05-17 16:19:10
1
MAKHANYILE ❤️🧸 :
🥰🥰🥰omajola
2026-06-29 18:16:26
0
ĶÂȚÁĹÌÀ[TYSON] :
ndlela next
2026-06-14 04:17:37
0
N⭐ :
please do mlambo
2026-05-17 16:11:35
1
Vincent Radebe :
I have a problem with people narrating these clan names, you can tell they are not even South African
2026-06-08 17:58:09
0
nhlanhla ka Dinangwe :
cela zaka Dlomo
2026-05-17 16:36:52
0
Alex Zothile :
yithi UNgqulunga
2026-05-22 22:00:18
0
To see more videos from user @hlangana_mnguni, please go to the Tikwm
homepage.