@phindile_cindy_madonsela: Yaze yangzonda ingane ngiyizala. uGal ngamthola ngina15 , usis wam omdala wamthatha ngaqhubeka ngafunda ngaphasa ngaya eVarsity ngaqeda nakhona ngathola umsebenzi. After a few months ngathola indawo yam ngathenga nemoto, nje impilo yakhombisa ukungvuma. UGal wayeno 8/9 ngalezoykhathi, njalo mangiya emzin kasisi ngangimcela ukuthi anginike ingane coz sengizmele manje ngibeResponsible, ngimbone umtaka ma ukuthi akaythand lenkulumo. UmatakaMah akabusiswanga ngabantwana so wayevele athi angzale enye ingane coz ugal owakhe. Ngamcela ke ukuthi ugal akavakashe makuvalwe iykole okungcono ukuze nami ngibe neRelationship naye,avume. Yafika okokuqala ingane ngaykhombisa room layo nasekhishini ukuthi izinto zihlalaphi coz ngangzoya espan the following day.. Lomuntu useno11 years manje. Ngimshiye elele, mangbuya ntambama ngidonswe umsindo wetv ngisangena kwiDrive way, mangingena endlin kuStuffy akuvulwe mawindi, ekhishini kuxhaphakile kumanzi ngisho phansi, untombo uqhethile kusofa usagqoke amaPyjama. Ngingene ngibingelele avume ngbuze ukth usale kanjan athi kahle bese ngyabuza ukth izitsha akazigezi kamamkhulu wathi cha,,, ngathi awuCleani futhi athi cha.Ngihambe ngyokhumula ngbuye ngiqale ka-A ngacleaner ngapheka. kuthe sesidla sbuka itv ngacela ukukhuluma naye wathi makphela lento edlalayo ngath cho ngith manje!iqudule umlomo ingbuke. Ngayitshela ngokubaluleka kwenhlanzeko nokuth intombazane ayihlali endlin engcolile, kuyashanelwa kugezwe izitsha ithule ingbuke bese ithi iyolala,ngibuze ukuthi awugezi yin yathi cho ayikaze ingcole yona,,, ngasukuma ngamfakela amanzi ngath akageze,akphelanga no2 minutes usephumile ngamfakela amanzi futh ngamguxunga mina ke manje saqeda ngayolala yena wasala ebuka iTV..... Ngvuke eksen ngfice ingane ingilinde neSuitcase eLounge.Ngibuze ukuthi ike yalala kodwa yathi cha ngathi ngikwenzele yin iCereal yathi cho mina ngfuna ukuya ekhaya lami.Ngithi ufike izolo nje why usufuna ukuhamba yathi isiryt ngokuhlala la.Nangempela ngfone espan ngicela the morning off.Ngigeze singene emotweni sihambe,athuke mayebona imoto umtakaMah,asamukele,iphume ingqasha ingane emotwen ithi"mah uphathe isuitcase lam"angbuke lo wakith nami ngimubuke.Singene endlin ugal useqhethe ksofa udla amaChips.Siye ekameren abuze kwenzekeni ngith ingane ithe icela ukubuya athi ngiyenzeni ngith ngiyibuze ukuthi ayenziwa yin imsebenz yasendlin laykhaya athi sengaze ngihlukumeze ingane ngisho kuvalwe iykole,ngithuke.Ngvalelise ngihambe.Fast foward una17 lomuntu asinabdlelwano and bengimSupporta financially these past years.January this year ashone uMtakamah kucace ukth kmele azohlala nami ugal,umbona nje ukuthi akafuni but isimo syaphoqa..mina ke nginomdlwane wami uBen,uhlez ezigijimela endlin adlala amaToys akhe akahluphi muntu...ay sihlale bafaz umuntu akangikhulumisi and nami ngeke ngincenge ingane..One day ithi izopheka angiphumule nje ibeNice ngithuke yapheka chicken neSamp,inglethele ngsathi ngsabonga kuvele kukhale iPhone emayelana nespan ngbeke iplate kwiCoffee table ngiye ekameren,mangbuya ngfica uBen uyazbusa ngokudla kwam ugal uyathetha manje athi yabonake lenja yakho ahambe aye kameren lakhe abhaklaze iscabha...ngihleke ngith Ben usuqala ukuganga ke manje ngihambe nigiye ekhishini kusinki kunemvuthu ePink ay nginganaki ngsathi ngsabheka ispoon sokphaka ngizwe uBen enza imsindo I ngajwayelekile ngiye kuye ngfike uyazbonqa uzkhuhla phansi ay ngimthathe ngimfake emotwen fast siye kwiVet,masfika Imdraine konke okakwiSystem yakhe asho ke ukuthi if ngfike late ubezofa from food phoyizeningi😳.. P2…

Phindile Madonsela
Phindile Madonsela
Open In TikTok:
Region: ZA
Wednesday 01 July 2026 12:59:30 GMT
347279
8202
488
206

Music

Download

Comments

user436198401797
Zamey Gee :
Qina mama nami I'm facing the same from my first born and second born I raised them kanzima ubaba wabo engihlukumeza ngingatholi umsebenzi oryt namhlanje baqede iskolo they say I'm useless Kodwa I give it all to God
2026-07-01 16:39:24
262
ingani.bongiwe
Ĺingani Bongiwe :
Yho l thought l was alone, my story is very long but Ke mina washiywa ngu ma wake ena 8 years she never came back , now she is 41 years she doesn’t talk to me , she is an auditor with MBA.2024 she told me straight that l must stop saying she is my child, it was May 2024 she was working then 2025 June waphela umsebenzi,
2026-07-02 14:22:40
93
user3804306143193
Mpumie :
yoh me to yuh yuh nkosi yam💔💔💔
2026-07-03 23:14:05
1
minekgahlaynom68
minekgahlaynom68 :
I am also facing the same ,be strong mommy,😭
2026-07-01 19:00:20
117
maryndlovu876
MJ :
someone like my comment,I'm going thru the same😭
2026-07-03 08:47:21
41
56ziphonxumalo
zipho :
awuwedwa
2026-07-01 17:08:32
76
pndy.shandu
Pndy shandu :
P2 please like my comment
2026-07-02 12:31:08
17
mathuthumaphoto27
mathuthu :
kanti siba thathephi abantwana Bama first born abanje.🥺 bengithi im the only 1 ngimthole ngina 18yrs
2026-07-01 19:35:12
81
cathrinemokoena4
nnuku :
as long as you've played your part as a parent leave everything to life, it has its own way to fixing the situation mama and believe me when I m saying you are not alone 🥰🥰
2026-07-02 08:25:18
30
makalhee
@makaLhee :
Yhoooo bengithi yimi ngedwa yhaz 😭😭😭😭
2026-07-02 09:46:20
22
user8165394522290
Dolos :
I want the other side story b4 I judge
2026-07-03 18:45:03
2
busisiwephala72
busisiwephala72 :
U are not alone cc😭😭
2026-07-01 18:30:45
17
joycenkosi680
Joyce Nkosi🙏❤️ :
Asilwi nabantu, silwa nemimoya🙏🙏never stop praying for u n ur gal🥰🥰🥰
2026-07-02 09:58:16
11
nombusombhele150
ntombizombuso :
Mina sengakhulula umoya 😁 yebo uyindodakazi ezalwa yimi kodwa ungowabazali bami🥰 uyingane yethu sonke uthanda abazali bami" kuyimanje uma ungase umbuze ubani amkhumbulayo uzobala bona' hhay! mina 😁 kunezinto ezahlelwa nje eMaZulwini engeke saphikisana nazo🙏
2026-07-02 06:59:55
22
mushedayimane
Mushe Dayimane :
nam kunjalo my sec born iyangizonda nami
2026-07-02 13:31:25
2
nhlaks871
nhlaks :
nami 😢
2026-07-03 15:35:12
0
khanye.mbatha
Khanye Mbatha :
Sorry cc you are not alone
2026-07-02 07:52:55
7
cnendonga2gmail.com
Sinenhlahla Mkhwanazi :
Please like my comment ngyazsels okwamanje
2026-07-03 04:23:49
3
mazet.zandy.lushoz
Zandile Mazet Lushozi :
Sorry cc uthixo ukhona uyabona
2026-07-01 17:56:09
14
poppybanda5
Poppy Banda :
sorry my love nami ngbukene naleyo nkinga my second and last born 😭
2026-07-01 17:49:45
50
beautybarbyzee
Beauty Bar By Zee :
That's my 1st born 13yr old😭😭😭😭
2026-07-02 21:18:04
12
marthamabuza752
mamzo :
dear sorry siba yingane zabantwana esibazalayo
2026-07-01 19:18:10
15
zuket09
zuket09 :
My mother wayezondwa yi girl yakhe first born .
2026-07-02 06:09:25
8
zoelo84
zoelo84 :
Thandaza cc ungaphezi🙏
2026-07-01 18:57:51
9
nwabisile_shebi
Nwaby :
Awu yaze yanonya ingane 😥😥
2026-07-01 19:19:29
12
To see more videos from user @phindile_cindy_madonsela, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About