The unfortunate part of it most of you think "umthetho" is physical touch(abuse in other words)....at the end of the day you are a victim accepting abuse as umthetho.
2026-08-01 03:29:09
2
Zanele Mfanekiso :
Nice jacket
2026-08-01 08:08:02
1
Spha Zwide :
Lol ey egoli dadewethu... Mina ngacela ukutshelwa ukuthi uyaphi on a night out and when they change venues kwathiwa I'm being controlling 😂😂 that time she's using my car 😂😂😂...yaphela kanjalo ke into yami no Rapeleng
2026-08-01 08:09:17
2
Okuhle Félix :
Mina nje I don't report anything. Ngikutshela into sengiyenzile. Sometimes your biggest enemy is your girlfriend and banomona
Uyadlala wena sisi, won't you call that controlling?
2026-08-01 02:31:43
11
ngesto123 :
Khona owathi kmina mangbuza ukuthi hawu baby ukude kanje awsasho wathi kimi “kanti sishadile yini”😂. Ngabona lapho kuth no man lets just have fun, iksasa alikho🤣
2026-08-01 05:58:47
22
Nyambose - zn :
Uma singenawo umthetho sisuke singakuthandi
2026-08-01 03:50:49
25
MZALWANE Gazu :
😂😂😂😂 kukhona ocabanga kuthi siyathandan kant siheva I funny ngoba akalawuleki kumanje Sina 2 days asikhulumi
2026-08-01 07:20:27
10
UMAKHI KAZWELONKE lzndluzinhle :
masingakuthandi siyazibukela nje
2026-08-01 04:20:03
11
nkosenye_mfuyi :
Indoda ayiwushayi umthetho lapho engahleli khona.
2026-08-01 07:18:49
5
user1406892034233 :
if asinandaba nawe siyakubuka nje
2026-08-01 05:24:52
5
Sinembali :
Uyisubusiso nkosazane, wazala umama wakho 🥰🥰
2026-08-01 00:46:12
9
Sihlest :
Umthetho ushayelwa iziphula mthetho. Some of us are too busy to be bodyguards 🤔
2026-08-01 04:25:16
6
Owen :
Yimi loyo angisabuzi lutho shame fut nje angisenandaba ngoba kwathiwa ngiyalawula fut ngi toxic ngifuna kwenziwe okuvunamina manje sengiyazibukela nje ngi focus Kuma transaction we bank lami kuphela
2026-07-31 14:16:17
3
sihlemsahlozdlamini :
Uvotelwaphi mama
2026-08-01 04:42:26
4
Thabiso Penuel :
But Mgabadeli hlezi nisi Dumper for ukuba Strict 🥺