@gwajozungu: “Ngyangizwe nje kukhona abantu abathi uNtuli wanenzelani Makhansela, bethi uNtuli akaze enzelutho, ngithi mina wololo” Inkulumo ka Mphemba uNdunankulu waKwaZulu-Natal uMhlonishwa uThami Ntuli ngenkathi thula inkulumo kuvulwa amahhovisi ezolimo eNkandla.🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
MC Gwajo Zungu🇿🇦
Region: ZA
Saturday 01 August 2026 14:31:12 GMT
Music
Download
Comments
@Dumisani Job :
Ngeke sivotele uzuma thina inkatha iyophatha koze ubuye ujesu
2026-08-01 20:52:04
7
zakhele sibiya :
lomuntu wenza umsebenzi weNkatha ngezinsiza zika hulumeni
2026-08-01 20:36:22
4
Usser :
Ohk asiyeke iNkandlak baba Ntuli i Theku ulenzeleni
2026-08-01 20:23:08
1
Intergrated 8 Infrastructure :
kodwa eNTu nd NV asina manzi uthini ngslokho mkhulu
2026-08-01 16:06:58
2
Buyanganeno :
ayii kahle nakwaNongoma niphethe kodwa enenzi lutho kodw namanje niyavotelwa
2026-08-01 17:35:15
4
simomfeka :
abancethezi abantu
2026-08-01 20:20:19
2
Message :
Mphemba
2026-08-03 11:28:26
0
Bhungane :
UZuma ngangimthanda impela esekwi ANC kodwa emva kokuphuma ngabuye ngazibuza ukuth ngimthandelani ngempela yena ngoba eNkandla akasenzeli lutho mawubuka uLundi yey walwenzela izinto uMangosuthu
2026-08-03 12:18:20
0
Sakhi :
igadla kuzuma yin inkosi
2026-08-01 20:28:31
0
Siphiwe Mteshane :
Ey nibulele inkatha💔
2026-08-01 20:20:04
0
Thandoluhle Syabulela :
😂😂😂😂😂ey madoda
2026-08-02 06:21:00
0
khabzoh mkhize :
simile ku mkp
2026-08-02 11:17:45
0
Mlaba :
wabhidliza izinflu zabantu endawrni yeNkosi yskwaShezi
2026-08-01 19:59:28
0
iSIBANGWABAKHWEKAZI@549 :
sicela amanzi
2026-08-01 22:13:38
0
Usser :
Ave enitatazelisa kodwa uZuma nimugudla ngisho ethule... Ngiyi Anc impela kodwa akekho umuntu abamesaba njengo Zuma... But nayek uZuma wenza same to u Ramaphosa everytime mekhuluma i Anc kaRamaphosa 🤣🤣
2026-08-01 20:20:56
1
user6345161457335 :
mina ngisondela ukufika kwakho Mphemba eNkatheni yikho nje ukth kaze ngithole ngisho EPWP😭😭😭kodwangeke ngiyiyeke
2026-08-02 13:43:00
0
Bongani Mhlongo :
kwadilizwa izindlu Enkandla 😳
2026-08-01 20:38:02
0
Sakhile Sinthembu :
wenzan vele uzuma enkandla ephethe umgwaqonj kuphela
2026-08-01 21:20:43
0
Azana Mbatha :
bakhulumela amanzi kuthiwa siyalima la eNkandla phesheya kwensuze
2026-08-01 20:10:11
2
@Kudlakwezinja :
Ave kunehlula ukukhakhansa mani ke nanikwa imaic nje nikhuluma ngozuma nibenzela abantu
2026-08-02 21:33:06
0
bhekani58 :
seNkandla kodwa gesi angiwo dlala ngathi
2026-08-02 07:02:05
0
jozi🏃♀️ men :
mina ngihamba ne nkatha ngoba mk inkinga uzumu wahluleka uzosenzelani manje
2026-08-02 20:08:58
0
@kuhlehlakwenqama cebisa :
basalelani labo abasala
2026-08-02 04:44:49
0
Sqethevu ✨️ :
usugudla baba wezwe Nxamalala manje😁
2026-08-02 03:16:08
0
Ngulube Zondi :
waqedela before NGU
2026-08-01 14:40:35
0
To see more videos from user @gwajozungu, please go to the Tikwm
homepage.