@mfokangema94: uma nizokhipha ingane kodua senasala nodwa buzani kubantu nenze isqiniseko sokuthi anenzi okungasikhona

INKOSIYEMIBONO 002
INKOSIYEMIBONO 002
Open In TikTok:
Region: ZA
Monday 03 August 2026 07:52:59 GMT
136475
9447
251
902

Music

Download

Comments

mrs.sandile_makhoza
Mrs.sandile_maKhozaNxumalo🇿🇦 :
Akuve ngaxakeka sengikhunyulwa isidwaba esangweni😩😩😩. Lapho usuke ungasakwazi no kubuza. Ngiwufakazi ngahamba from Ntuzuma to KwaNongoma ngimboze blanket kuphela. Yebo bathi sebehamba abase khaya ubhuti wami wangikhipha zonke izinyongo neziphandla bahamba nazo. Syabonga ngolwazi bhuti
2026-08-03 11:09:39
114
nontobekomashezi2
MaShezi Nyambose :
Wayibeka bafo, mhmmm sazi kanjalo 🙏🙏🙏
2026-08-03 08:13:04
24
mhlengisibiya2
mhlengisibiya2 :
We Nkosi Yemibono. Uboke uziphe isikhathi wenze icebo lokubhala izincwadi ngamasiko akithi kwantu. Ngibona ngathi kungasebenza kakhulu. Wenze nama research nanga manye amasiko mhlampe ongenalo ulwazi olu phelele ngawo. Uthole nama editors ozosebenzisana nawo
2026-08-03 14:01:36
48
jack7ms
jack7ms :
ganwa nawe mkhulu uzobona ukuthi umfazi akuyona i content
2026-08-03 18:50:04
22
thulanimazibuko86
Thulani Mazibuko :
umuntu unenhloko yini ?
2026-08-04 17:18:07
1
sphashinga331
Bhekani blose :
cha bafo umlando uwazi ngoba uzazi wena sifunde kakhulu ngawe salute brazo
2026-08-03 19:27:17
2
m2s4u6t8h
NDLOV'ENKULU :
inyongo yomncamo ingena kanjn ekhanda ngthi ngyadidek lapho nkosi yembono
2026-08-03 14:08:00
3
x_ongasolveki2
X.ongasolveki :
ngasekhaya inyongo yenkomo ifakwa esihlakaleni.le engena ekhanda ngiyayiqala
2026-08-04 03:30:36
5
mphilywiir4
mphilywiir4 :
Siyabonga ngifunda usuku no suku
2026-08-03 14:45:54
5
mathabzoh
Mrs K🇱🇸🇱🇸👌 :
Ngyabonga konke lokhu okshoyo bakwenza njengoba usho ngigcagca ekhaya💯💯
2026-08-03 15:36:25
10
kupholiwe_media
KUPHOLIWE MEDIA :
Ngicela uyongikhongela bhuti
2026-08-04 08:33:55
1
mzukulukamabhedlamdineka
MzukulukaMabhedla Hamashe :
ngicela ukbuza bhuti izinyongo leyophaphe neyomncamo mawphuma uyemzini uhambanazoni noma uzishiyekhaya ngbuza ngb nam ngyogana maduze n ekhaya esisenaye umuntu omdala asazilutho ngesiko ngyabonga usazongiphendula
2026-08-03 08:54:36
6
user1349033609231
user1349033609231 :
Khehla ngicela ukubuza izinyongo zisala kamkhwenyana noma zibuyela kubo kamakhoti
2026-08-05 14:00:01
0
thamikhuzwayo725
Thami Khuzwayo :
bafo ngicela ukubuza uma umakoti elotsholwe kodwa wangagcagca aficwwe ukufa esehlala emzini ezele izingane ngabe kumele angcwatshwe emzini or simbuyisele kubo angcwatshww kubo
2026-08-03 15:25:46
5
kwacele.emkhomazi
KwaCele eMkhomazi :
Ayh mtakababa kuningi okuphambanisayo kakhulu futhi. Ngyaxolisa ukuzoxova umsebenzi wakho kodwa ayh bhuti ngyenqaba.
2026-08-03 17:28:55
0
nodange04
SKY ⭐⭐ :
isigcawu siba kuphi?
2026-08-03 10:39:14
0
thuli.biyela6
Thuli Biyela :
sawubona bhuti ngicela ukubuza uma abasemzini kwamkhonyana balande ilanga lodwendwe bethume abakhongi bafike balinikwa ilanga emvakwalokho bese kuvela inkinga kutholakale kt makoti kumele enzelwe umemulo nomkhehlo kubo wayengaze enzelwa luyakwazi yni ukumiswa udwendwe beseluza lanqunywa date yalo akubi nankinga yini?
2026-08-03 18:39:51
1
mathobi.61
Mathobi 61 :
Ulwazi lwakho ndodana lujulile bhala incwadi kosizakala abaningi ngisho ungasekho emhlabeni siyabonga kakhulu
2026-08-03 11:54:05
8
nomfundovkhumalo
Mzukulu Ka Makhumalo 🫂❤️🧓 :
mina nkosi yam, Nkosi Yembono ngiyokubiza mhla ngalotsholwa ngoba ayii kubi ...
2026-08-03 11:28:23
2
userzeeka
@Zeekasluh :
Ngizoze ngishade ngihamba naleli page ♥️♥️♥️♥️♥️
2026-08-04 06:22:26
1
thokozilenxumal98
mamzinyane ka Zwide :
ngicela ungichazela bhuti wami yin inyongo yophaphe
2026-08-03 13:52:29
1
indoda_yomzulu_
indoda_yomzulu_ :
Please allow us to download this interesting video 🥰
2026-08-04 22:24:11
1
ncaniza_za
Ncaniza_za :
Kulapho ngathanda khona umshado mangibona u mama and my aunt mabephuna esbayeni ngehubo mavefika ngaphandle bakhumuke bambathe ingubo beze bayobgena ngayo kwamkhwenyana iyntatha and i was very young ngalesoskhathi and ngayithanda kakhulu leyanto. Okunye ke kuhle kodwa azange kwangichaza njengalokhu😍😍
2026-08-03 16:55:39
1
mkhunjini53
Mxhakaza_ leo_M :
Laba abakhala ngokuthi abakboni uku SAVE ngicela be download app VIDMATE ukwazi uku save noma ngabe yin ofuna ukuy save
2026-08-03 16:12:44
4
To see more videos from user @mfokangema94, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About