@mashomella: #goviral #trending #fypシ゚viral #follower

MaShezi🇿🇦
MaShezi🇿🇦
Open In TikTok:
Region: ZA
Friday 07 August 2026 12:59:40 GMT
10818
685
26
6

Music

Download

Comments

noss019
Nosie Shezi ♡♡ :
kunini ngithoka inbox yakho, I felt it something isn't right ngalama inbox
2026-08-08 04:44:52
1
nomahjojo
Thembalamantungwa🎀 :
NAMI bangizama ngabona ukuthi No iscam lesi
2026-08-07 23:33:37
2
makhums_33
_Lwethu_ Wewe 🤍😝✨ :
Hi MaShezi.. Ngicela ukubuza ukuthi uSola usasekhona yini ngoba ngiyawithdrawer kodwa lokhu ithi processing it's been two weeks now. Customer care ayiphendulani and telegram akungeneki
2026-08-07 17:55:04
2
mantuli1zn
snemamphembantuli :
selihambile yin leli la 300?
2026-08-07 14:55:57
6
mzukulukamandlela
MzukulukamaNdlela :
Ayikho imali efakwa kuMashezi abaqapheli abantu angazi why
2026-08-07 18:19:45
1
buhlebemvelo76
buhlebemvelo76 :
Ungnyanyisa kabi umuntu oscammable 😏
2026-08-07 22:54:58
0
aphelelemngadi16
maNgema :
Nami sisi ngabuza ukuthi imali yazi le othi ayifakwe kuwen akabanga asephendula
2026-08-07 13:39:18
2
ekangunezipatienc
ekanguneziPatience Zamankosi :
I voucher yase truck shop Yona ifakwa kanjani I please ungisize
2026-08-08 17:44:05
0
mangcwanini07
booh🌸🥺 :
mina khona owathi uzongi Nika I account number yoku deposit imali, imali Yami Inga reflect ku anywheel 😭😂✋ lapho uzibhale ukuthi uwu Carol 😭😭
2026-08-07 13:14:51
2
futhimadlamini_mseleku
futhimadlamini_mseleku :
Kade bengizama nami😂 ngabona ngama followers ukuth ayiii akuyena MaShezi lo😂😂
2026-08-08 13:38:35
0
nyathuko6
nyathuko :
Mina wayethi angifake imali ngathi anginayo wathi angiyoboleka uzongisiza naye angibolekise. Ngabona kuthi scam les ngamtshela kuthi yiscam wena wagcina lapho akaphindanga
2026-08-07 14:22:14
1
sinqobilekunene0
KaMadonsela🌸. :
Ngangithi ngizokubuza mama ukuthi Uwena yini lo ongi inboxayo ngabuye ngazibonela ukuthi no aksiwena lapho lo muntu ufike a download ama video akho Bese aku video call aveze ubuso bakho kwenye ifoni indlela ayiqili ngayo lomuntu ngavele ngamu blocka kumanje Ubusy u creator ama group ngegama lakho wangi add nami.
2026-08-07 13:26:45
2
khonjiwe.dubazane
Khonjiwe Dubazane :
ave emaningi amafake account
2026-08-08 08:46:36
0
sean.mccabe.rsa
Sean mccabe RSA :
Haibo
2026-08-08 03:58:55
0
thandekashazi617
Thah :
mina angibaphenduli kwakona coz vele uhlezi uchaza into eyodwa
2026-08-08 09:59:47
0
To see more videos from user @mashomella, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About