@slowmoremshazy: Uma bengasilungisela lamaPothole nje nkosyam ngoba aikhona inzima lentaba😩 Kranskop

slowmoremshazy
slowmoremshazy
Open In TikTok:
Region: ZA
Saturday 08 August 2026 03:25:08 GMT
140346
6189
338
100

Music

Download

Comments

lutlove045
Lutlove(mapholoba) 💗 :
Angiwusabi go umgwaqo onamajikajila🥺🥺
2026-08-08 05:00:57
16
user9563581428138
mabhungane :
khuphuka lapho 🥰
2026-08-10 07:38:38
1
lincon_2026
Mr :
ayykodwaaa ukhubaaaa 🔥🔥🔥
2026-08-13 20:48:12
1
user4891871367541
fiki wefrisco :
ekhaya mtanami
2026-08-12 07:13:23
1
nomphu32
Mphumelelo :
kukuphi Lana umuntu engaze egane endaweni ewrong ,wanzima umgwaqo
2026-08-08 16:56:49
31
hlobisilesimelane0
Hlo :
Ay ngikwethulela sgcoko xem Thina bomasaba angeke slunge
2026-08-12 14:30:06
1
macwebezela_kazangela
macwebezela_pholoba kazangela :
yayinde intaba saze sangafika phezulu
2026-08-17 19:59:54
1
stheh212
Sondiya :
Mina nghamba ngonyawo lonwabu kuleyantaba. But atleast ngsuke nghamba ngo auto which is an advantage ke for mina😜
2026-08-19 18:46:27
1
sbongseni3
sbongiseni chonco :
inayiphi engen lemoto😂😂😂
2026-08-12 18:58:33
0
sindy_mngadi
SindyM🇿🇦 :
Sekunama potholes angaka azodala izingozi. Ngiqede vedeo sengiphethwe inzululwane
2026-08-13 20:10:19
5
kamajola_zulu
samukelisiwe MajolaZulu :
indlela yami nkosyami lento yokuba owasemsinga uyogana Eshowe manje mangivakasha ngihamba la njalo
2026-08-09 23:02:23
2
elah.dlamuka
Elah Dlamuka :
Ngabe umuntu ophila kahlehle oshayela lemoto
2026-08-12 06:51:00
0
sindimcinder
sindimcinder :
Alusangishayi uvalo jesu lomgwaqo nkosi ngahamba Kanye kuwona angicabangi 🥹🥹
2026-08-12 13:27:24
1
nteths1423
Ntetho Ndlovu :
soze ngidrive lapho shame syolokhu sizbona eKy izihlobo ezisezansi😆
2026-08-12 17:47:29
0
mbalieyesizwesamachunu
Mbalie Yesizwe Samachunu :
Ikuphi lendawo? ngingafa fi uvalo, don't matter whose driving
2026-08-13 17:53:42
2
thinta075
Thinta Mthintas :
hhai isambaba awusizwa kuyehliw nom kuyenyukwa kuyafana nje...
2026-08-14 10:30:59
0
wezynox
Noxolo Wezi Mzimela :
Phinde ungbone ngsuka e thekwini ngihamba nge kranskop ngyekhaya ngenxa yalentaba nokuwela uthukela. Ngyabonga ngamane ngiyozigibelela i bus Eshowe 🤞🏽🤞🏽😫
2026-08-23 22:21:45
0
nyuswa444
Nyuswa444 :
Yoh Yoh Yoh lapho kfanele uvike ama potholes nazi nezinye izimoto 🙌🙌🙌
2026-08-30 02:43:43
1
dimples034
Nomalanga :
Weeeeeee ngoba ngijulikiswa ukwehla owaso Thukela ngigazichamela laaah🥵🥵🥵🥵
2026-08-12 19:54:47
1
lularbay1
/@lularbay1 :
obhekephansi ufika esenjani Jehova Joh?
2026-08-12 23:10:40
0
nhlephakathi
MakaLisa 🌼 :
ngathi kuncono ukunyuka kunokwehla
2026-08-09 22:04:33
0
snqazu_94
Tkay Mtia94 :
ungagijimi bhut😩😩😩
2026-08-11 09:33:23
1
zamathembumnisi
ZamaThembuMnisi :
uyofunani ngapho oDlula ekhaya ubabingelele plz💞
2026-08-11 17:30:20
1
majoka216
💓Sothondose 💓 :
Hhayi angek ngihambe kulomgwaqo wangisiza wangikhombisa, ngicela ukubona itshe likaNtunjambili
2026-08-22 01:20:46
2
nathimncwabe2
NATHI Mncwabe :
we ngehla nge kusayi gravel ngiyiasaba uma sekushelelwa kanje
2026-08-12 03:59:03
1
To see more videos from user @slowmoremshazy, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About