@gagasifm: Do you know that a human being can transform into a spiritual python, wrapping around your life just to monitor how you rise? Khona abantu abangena emotweni yakho bafise sengathi ingaginqika, kanti abanye bafika emngcwabeni wakini ngenhliziyo egcwele injabulo. Protect your private life, keep your focus sharp, and refuse to trust every smile you encounter on the street. 😌✨ ☎️: 0861596596 📱: Send a Voice Note via our Mobile App 🌐: Stream online: gagasiworld.co.za 📲: Listen via the Gagasi FM App #SundayDevotion #GagasiFM #TheSoundOfKZN
GagasiFM
Region: ZA
Sunday 16 August 2026 07:37:07 GMT
Music
Download
Comments
njabulo :
Inhliziyo enhle ayimsizi mnikazi I learned that the hard way , energy speaks more than a million languages
2026-08-18 04:40:40
1
user7765987814106 :
very powerful mr. Sibiya
2026-08-19 06:23:30
0
Sthe Mwelase :
Families! Extended Families! Imigodoyi!
2026-08-19 07:51:50
0
🌹Bongiwe_S🌹 :
ngamqaphela seku late u cousin wam🥺
2026-08-16 09:21:18
121
# mnisi twins :
Umndeni most, silimele thina abanye ngenxa yo mndeni😭😭😭
2026-08-16 14:10:01
279
S Z K :
Amen im blessed
2026-08-19 07:21:15
0
preciousngwanr :
Powerful Mr Magic💪💪💪
2026-08-18 03:21:59
0
Siphesihle Mdluli :
So scared about the level of trust I have ngabantu😭
2026-08-16 07:56:01
156
chwane :
ngiyakuzwa and thank you
2026-08-19 06:55:03
0
@Pretty girl 12 :
especially um'ndeni🥺live them but trust no one
2026-08-16 11:47:36
45
user2899520032861 :
I wish I can comment kunzima shame ukuthemba kakhulu
2026-08-16 09:29:50
64
zaza :
umngani qaphela very dangerous
2026-08-16 16:59:19
40
Samuel ndaba :
qaphela umuntu especially family???
2026-08-16 18:33:33
38
Sbongile Shongwe :
Owami gogo wathi ngeke ngiphumelele lapho ngethembe yena ukuty uzongeseka😭😭😭 kwathi kmele ngi-apply for NSFAS ngacela ama -docs akhe kwathi ngifuna ukumbulala😢😢 watshela wonke umndeni ukuthi angufundi ngisendodeni 💔😭 namanje angikaheal lapho ngiyintandane😭 UMUNTU
2026-08-18 17:31:10
13
yes :
😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ngilimele Mr Magic nomuntu wakith bekuyena bengimthembile ukuth noma benganglahla bonke kodwa yena soze angilahla,umalume wami onama business wangyekisa umsebenzi ethi ngozosebenza kuye wangthembisa yonkinto kodwa manje ngihleli angazi noma liyaphuma noma liyashona,ngiyinhlekisa manje ngafaka umuntu emsebenzini engawushiya kodwa manje imina enghleli😭😭😭ngiyinto yabo nje yokwenza noma ngyini abathi ngiyenze ngoba ngincenge imali ukuze izingane zami ezimbili ziphile, worse okwenza ngbekezele first born yami ifunda ugrade12 kmele ngibeke imali yaseVarsity.Lapho ngiyisikorobho sabo ekhabo mama,noNkulunkulu akangiphenduli emthandazweni yami ei kunzima.Okshuthi uJehova ungitshela ukuth yimi owrong futh uNkulunkulu uyabasaba labantu abanemali thina esiswele esicela kuye uyabayeka bebukise ngathi emhlabeni. kanti uNkulunkulu uphendula abanjani ngempela,abanemali???? Jehova why uvuma ngathi,ngabulala ubani ngempwla ngize ngthwale ubhlungu obungaka😭😭😭😭
2026-08-17 00:07:23
39
Muntuwam❤️ :
Mina I'm always scared
2026-08-16 12:11:54
5
user4403542694105Makwabo :
Futhi umndeni wona ay ngigeza izandla mina yoooh futhi bayajikelana shame💔💔
2026-08-17 02:39:27
18
sphume :
Umngani
Umndeni
2026-08-17 05:50:49
17
Thobe Shandu :
eKhozini kanti ksele bani?😳
2026-08-16 08:40:47
39
S.G Nkosi ❤️ :
Umuntu uyakubulala abe akuhlekisa
2026-08-16 17:52:50
17
maNxumalo Zwide❤️ :
ingakho sengakhetha ukuba inkomo edla yodwa
2026-08-16 11:25:10
27
Zamahlubi Sindisiwe :
Ayi Gagasi ayi nenza one ngokuthatha uLinda niyazi yini ukuthi sesilandela iGagasi wabuye walanda uZondo Linda💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽💃🏽
2026-08-16 13:28:36
32
Londiliously❤️🌹 :
Ngabaqaphele sekulate abangani 💔💔
2026-08-16 09:26:52
26
To see more videos from user @gagasifm, please go to the Tikwm
homepage.
© 2021-2026 TikWM. All rights reserved.