🥰Ukube iqiniso likhona ngabe sebeke bakubiza kuma podcast manje ngoba ukhuluma ukuphila angeke bekubize ngoba bafuna I trend...
ngiyabonga
2026-08-19 08:49:25
17
Indoda :
Ibithand yebo, kodw yahloniph izinkomo, nom yahloniph isoka layo.
2026-08-19 06:53:31
11
IDLAMANZI :
Mfweeethu 🤝🤝🤝, ubowuvula kodwa usave
2026-08-19 05:55:02
10
maka smilwesihle mdlalose :
bhuti ngiyakuzwa mina ngumfazi wazishaya zonke nje izinkomo zika kodwa manje ngibuyela eskoleni ngiyofunda nje iskhala sengisitholile ngithuntuthe u matric wami ngoba eyami indoda ayifuni nemali sidla impesheni ka gogo ngoba nemali yeqolo ku phela u 560 omubili qha obheke izingane futhi ayinginiki ngisho u 10 rand siyalwa nje mengifuna imali ngoba ugogo uyakuthenga ukudla ibe indoda isebenza ay nami ngiyosebenza impela kodwa ngeke ngisikhumule isdwaba