@nosiphoh.maphakathwayo: Replying to @Mzukulu ka T.O to be continued😂🙌🏼#zulu #izintombizomhlanga #amabhinca #sama28 #izinsizwa

Nosiphoh.MaPhakathwayo
Nosiphoh.MaPhakathwayo
Open In TikTok:
Region: ZA
Thursday 27 August 2026 10:14:34 GMT
3026
544
52
3

Music

Download

Comments

bonganinzwakele
Nzwakele :
ngiyaqala ukufundiswa umuntu wesfazane omuhle kanje ukushela😳😳🥰 ngayabonga maPhakathwayo🥰
2026-08-27 20:34:17
1
sasarh6
user9814249412430 :
2026-08-27 20:45:20
1
syabongadubez
TWOSTABANE KWAQOMNTABA :
kaz kukuyiphi indawo ekhaya nkosazane
2026-08-27 21:02:02
2
qinisomlondo167
Mzukulu ka T.O :
Weka kaQwabe Wena ka Gumede Mguni kayeyeye. ikhehla elizala ubaba lathi Kimi intombi ishelwa ngamanga. wangikhombisa ugogo wathinangu gogo wakho ngamthembisa istimela namanje akakasetholi yingakho sinidwebela isthombe ngamagama siphikisane nesbuko ozibuke kuso uphuma ngoba asiwenzi umsebenzi waso ma sehluleka ukukhipha ingonyuluka ngobuhle bakho. inhliziyo kayiphakelwa Pho eyami mayikhethe Wena Ngubani ongangebek icala. siyakuthanda mtanomuntu nguye nje uhulumeni Lo osesiphendule sayizitha inkukhu nempaka
2026-08-27 10:26:57
3
inkab_yakwa_ntuli
Inkabie_yakwa_Ntuli :
Manje awuthi ngufollower, yazi ukhuluma kamnandi empelani lusokile ulimi lwakho😊
2026-08-27 16:08:15
1
tmcomqyxu53
tmcomqyxu53 :
Intombi ayedlulwa KwaZulu icala lelo ungadliwa ngisho ko Nkosi
2026-08-27 16:43:28
1
sibonisomanzinizungu
siboniso zungu :
umuhle nkosazane ❤️❤️❤️❤️
2026-08-27 17:50:32
1
thato.thiza.mbong
Thato Thiza Mbongo :
😅😅😅weze wamuhle nkosazana ngisacela ukushelwa uwena azoba mnandi lawomanga uma eshiwo uwena 😂🙊🙈
2026-08-27 12:18:58
1
vumanisothando777
Vumani "Sot" Shezi :
🤔Uyothobeka kanjena yini kimi mangase ilunge into yethu🙂???
2026-08-27 14:52:31
1
khwalo019
khwalo :
uyanqena weentokazi ukuvele ungeshele wenake ? ngoba phela mina bendizoza ngawona lawomanga bt ebezobamnandi impela ♥️🔥🥰
2026-08-27 10:30:41
1
user7981061437684
Dlamini :
khona iytsizwa oyhlulayo ngamazwi nkosazane 😂
2026-08-27 14:36:43
0
menziwaaah
Menziwah :
Ave ingchaza indlela okhuluma ngayo mama🥺...indlela obhekana ngayo🥺....ubumnene bezwi lakho ay uyalaleleka marn🥰🥰🥰🥰
2026-08-27 13:09:58
1
menziwa17.xhoko.k
Menziwa17 Xhoko kandaba Biyela :
intombi yeshelwa ngamanga Kodwa ngale kwamanga uneqiniso Ntokazi enhle
2026-08-27 14:46:15
0
syabongadubez
TWOSTABANE KWAQOMNTABA :
ngyabonga mama ngenhlonipho yakho
2026-08-27 21:35:56
1
nxumalo9206
xolani l nxumalo :
lamanga ahlukeneni nomdobi wofishi emanzi uma ezofak ukudla okuhle kanti kunehuka langaphakthi kwakudala kuthiwa intombi ishelwa ngamanga umashelela wathi amanga neqiniso aphuma ndawonye unkulunkulu walufihla uthando
2026-08-27 14:34:43
1
sphesihlepotso101
SphesihleImb⭕Ngi :
hhhaw luthokeeee😂😂😂😂vele ishelwa ngawoke amanga
2026-08-27 21:31:07
1
syabongadubez
TWOSTABANE KWAQOMNTABA :
cha umuhle mtaka mkhwekaz uzothile unesneke nje nenhlonipho cha uzele umama owaletha lembali yase mangunini
2026-08-27 20:05:39
1
menziwa17.xhoko.k
Menziwa17 Xhoko kandaba Biyela :
💯
2026-08-27 14:46:33
1
celexolan1
@IGQUMUSHA :
❤❤❤
2026-08-27 18:45:06
1
user626228733530
mshengu :
🥰🥰🥰🥰
2026-08-27 10:50:45
1
To see more videos from user @nosiphoh.maphakathwayo, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About