less pressure ,play your game boys. win will follow through🔥
2026-08-28 14:13:33
11
uMfanaWakaNgubane. :
Khona umfana ekuthiwa uLwa oyi first year lapho mina bafethu I’m willing to bet everything I have that boy will and can run isisu senu loyamfana umunandi kakhulu maningamufaka aqale even from the bench ningabona what I mean cause I can see where yall lack!!
2026-08-28 23:15:29
1
Makhumalo_weBA👩🎓📈 🎀 :
mxm ninginyanyisile for the day 😭
2026-08-28 21:13:58
0
spherh :
which course relates with soccer in DUT that I can do
anizame ukulungisa isisu senu madoda nihamba nonke esiswini akekho ogade ama drop ball noma niya phambili ningenzi into enzima share i ball yabo lento enisbukise yona namhlanje ayikho cha lihle iqiniso angaz noma anijimi or what noma aninendaba nama fans asuke ezoni support lungisan madoda ngeke sisuke eyndlin syeke esikwenzayo sobuka lento ebeniyidlala namhlanje okokugcina nje ake nitshele u no.10 wenu ayeke le mentality anayo yokuytshela kuth uyi star player mengayeka lokho awukho umnyango ongeke uze uvuleke for yena
one love majita
2026-08-28 19:16:26
93
UMafu_oney’ntozakhe😈 :
AMA winger 🤷🏻♂️aninawo noma
2026-08-28 21:08:22
11
Yanda_B :
Nishoda ngani majita?😭😭yini eninganikwa yona?😭😭
2026-08-28 19:58:19
19
325NVcasino :
Give raster his flowers 💐👌 uyalazi kakhulu beno number 6
2026-08-28 22:18:55
9
cphooh❤️ :
All the best boys 🤟❤️
2026-08-28 13:37:26
2
Rahhalle🫥 :
NgoMoya owodwa majitha ❤️🔥🔥🔥
2026-08-28 19:06:29
7
MaMbokazi🌹🥷 :
mina bengcela nike nizame ukuzifundisa ukugijima and nizame nokulungisa iFirst touch coz it's not good niTrephela umphakathi. okunye bengcela nigweme uku loser ibhola like scan before you pass the ball cos beseni pass.er without checking ukuthi unikeza bani bese linilahlekela kanjalo ke ibhola. Sicela nokuthi nibe serious guys some of us sisuka eDurban to watch you Koda sithi syafika ngathi nikhathele nivilapha ngisho ukugijima futhi you don't even press the opponent and nigcwala endaweni eyodwa.