@ibhelelegacy: Isizwe samambatha sihlangene esigodini isigwegwede ngaphansi komkhandlu kamasipala wanaqulusi lapho kuzovulwa Amatshe esikhumbuzo samakhosi amambatha uNtanjana Kanye neNkosi uMagunya kaNtanjana. Usomlando Mr Maswidi Mbatha

IBhele Legacy 📸
IBhele Legacy 📸
Open In TikTok:
Region: ZA
Saturday 29 August 2026 08:01:52 GMT
10099
387
25
58

Music

Download

Comments

igugu700
Inala :
"wayeyindaba engapheli emlonyeni yezitha" kwakushiwo iNkosi uShaka, kwasethiwa "undaba yezitha" ezibongweni zakhe. Uphuma lapho ke uNdabezitha. Wayichaza kahle nje umfoka Khoza lento
2026-08-29 14:57:48
4
collins6032
Collins :
Ngezwa bethi Ndabezitha usuka kuNdaba kaMpangazitha. Yebo esakwaMbatha impela. Ngenxa yokunqanyulwa nokulumbanisa kwabe sekuthiwa Ndaba kaMpangazitha= Ndabezitha
2026-08-29 15:33:22
2
raymond.sifiso.sa
Raymond Sifiso Sabela :
Wayibeka Sontshikazi kwazwakala, yiqiniso lomlando leli 😇.
2026-08-29 16:20:24
1
uzonditshe
Phunganomageba🌈🌕☀️🌩️⚡ :
kahleni bo😂😂😂😂😂
2026-08-29 13:04:09
1
mamamdingi_makotiwodumo
MamaMdingi_umakotiwodumo :
Ndabezitha, Sontshikazi
2026-08-29 17:36:26
3
user985308810955
mthunzi :
Unamanga kodwa phela
2026-08-29 13:05:27
0
mood.killer5
more life more moodkiller :
yashuba manje Mathiya niyayilwela into yenu 👏👏
2026-08-29 16:55:21
0
nhlanhlenimakhathini8
Nhlanhleni Makhathini :
uqinisile ngyakwazi lokho
2026-08-29 15:10:58
1
mlungisi_mbatha
Mlungisi :
impela kunjalo
2026-08-29 14:20:24
0
cpha_sobahle
CPHA_Sobahle😎_Thabizolo :
angeke bavume 😆
2026-08-29 16:46:06
0
user9471628194248
SyabongaXulu :
injalo indaba🙏
2026-08-29 13:26:59
1
mkhonto056
MKH⭕️NT⭕️ :
kunjalo nje kdw inkosi ungathatha nomayini kubani uma iyithanda
2026-08-29 16:03:08
0
celi1450
@celi :
ndabezitha ♥️
2026-08-29 16:10:32
0
user5842298286614nyathi
Khulekani :
shandu
2026-08-29 14:27:27
0
thokozanimbatha61
alex :
siyabonga
2026-08-29 08:27:37
0
bongani.nondudule
Bongani Nondudule :
Akhonyani. 😂😂😂
2026-08-29 16:19:33
0
georgemtshededlamini
GeorgeMtshedeDlamini :
ukbhaqa insema
2026-08-29 17:32:59
0
bongani.nondudule
Bongani Nondudule :
😂😂😂
2026-08-29 16:18:56
0
To see more videos from user @ibhelelegacy, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About