@unclelang75: Naba ke abantu engakhula ngifisa ukufana nabo. 🙌🏿❤️😃 #southafricatiktok🇿🇦 #mzansitiktok #zulutiktok #durbantiktok #xhosanation

UncleLangé 🇺🇸🇿🇦
UncleLangé 🇺🇸🇿🇦
Open In TikTok:
Region: US
Tuesday 08 September 2026 17:31:41 GMT
95069
13590
474
152

Music

Download

Comments

inkazimulo53
Mr S Kunene :
bafo sekhungehlele kabilih lokho and that thing is not ohk coz people start marking you
2026-09-09 17:54:27
1
wisemank234gmail.com
whyzman :
Financially I wanna get to that level, but I would be comfortable chilling with amajida by the fire
2026-09-08 17:42:52
345
mhlonishwa85
Mhlonishwa :
ngingakuwena bafo [Tears of joy][Tears of joy][Tears of joy]
2026-09-09 17:43:57
0
sjoncedoubted
SJONCEDOUBTED :
Ngfuna ukuba nemali mase ngyozihlalela eSbayeni😂🔥akumahlaya!!!
2026-09-08 21:48:24
512
zintleetau
Zintleetau :
Mina ngifuna Kuba Nkosikazi walabo Bhuti😁😁
2026-09-08 19:28:01
101
r.opulence.living
R Opulence Living with Tee🤍 :
Nami ngifuna ukuba ilabo’bhuti 🫠
2026-09-08 17:44:21
183
vanlinden14
vanLinden :
Mina I hate special treatment
2026-09-09 08:27:04
1
bongihlongwane1
MaNgwane#1 :
six corner is my new goal😂😂😂
2026-09-09 11:48:04
1
bonganimathaba497
Nathie🖤 :
Mfwethu ngyawathanda ama videos akho, ungakhathali ukuwenza🙏
2026-09-08 17:44:21
125
khwezinteshngcobo
Khwezi Ntesh Ngcobo :
thina sihlaliswa ney'nsizwa zendawo, silethelwe utshwala besintu nebhodlela elilodwa le sminofu 😭
2026-09-08 19:12:07
33
de_hlasez
De_Hlasez🙆🏾‍♀️ :
sometimes kusuke....kubgosbali
2026-09-09 10:22:17
0
isaaczuma
Sah Zuma :
😄 Mina no dadewethu sake sadlula komunye umuzi sibona itende, sahlohlana sangena, yathi ima imoto ingane yabe isila yathi "kuthiwa ngenani endlini enkulu" yasifaka kwenye indlu eyayinaba khwenyana bakhona.... Kunobhuti wakhona owayedakiwe ebusy nathi ethi "nobani nina nabakabani ngoba kunabakhwenyana yibo engibaziyo😀" saphuma sidakiwe kulowa muzi, lapho asazi nokuthi ikwabani
2026-09-09 09:01:41
17
isithandwasenkosana
Yandz 🍯 :
My brothers husband's league. Legends 👌
2026-09-09 17:02:08
0
user8195256709137
veli :
kunento ekufanele siyamukele singabantu ukuthi amazinga wempilo ngeke aze afane 🤣🤣🤣🤣 kodwa sonke siyafisa ukuhlala kosofa kodwa ngathi iningi siphelela kuma crate wama beer 🤣🤣🤣🤣
2026-09-08 18:54:15
140
inyoniyasemafamu
iNYONi YASEMAFAMU. :
Igama lalawo mabrazo ilaba okthiwa (ABAFOWENU UYOBATHOLA PHAMBILI ) 😂
2026-09-08 19:47:50
9
smangamshovi
Smanga@20 :
Ngibenyanya kabi koda sometimes nami ngiyaba yibo masibiziwe😅😂😂
2026-09-08 20:16:06
11
phumuza_ndaba
Phumuza Ndaba :
Mina ngizoba ilegenge efika ngemoto enhle eclean, ifike ivule iboot, igqoke idansane namabhuzu….Ebese ihamba iyolekelela esbayeni.🔥
2026-09-09 04:31:21
24
user1523869266128
Romeo :
eyie mina ngake ngathathwa omunye ubaba wase Nquthu esasi sebenza naye kwaba imina ngedwa owaphumela ... and ngafika nginga Shongo .... eyie wajabulan ngaze ngalala wanqaba ngihambe sino mama wakwami
2026-09-08 18:32:53
52
brazo412
Brazo Cele :
Ngingulowo Bhuti mina💯 Indlela yami yokuzi phatha yiyo engibeke kuleso sgaba
2026-09-08 19:09:15
80
nontobekozondinkuna
Nonto Nkuna 🤩 :
That’s my husband ekhaya kithi 🥺🥺but mina kubo ayi futhi cut cut 🥺🥺🥺
2026-09-09 11:27:59
15
siyethemba02
Siye❤ :
It's about availability.. yes the money makes them visually intimidating but it's about availability.. they are treated special because they are hard to find.. don't be easily accessible, value your time - go where u needed and leave gracefully when u are done..
2026-09-08 23:06:48
19
bigsimz05
BigSimz05 :
Angiyfuni leyononsense I like to hang out with people share jokes and have good time ay indaba yokuzihlusa
2026-09-08 20:31:45
23
pumzafihlani
Pumza Fihlani :
Jonga I knew my life has reached another level in life when I started being taken to the special tent emcimbini....and getting special drinks? Weeeh nice life lanto, nice life nyhani😂
2026-09-08 18:52:54
27
noluthandosiyewuy2
Siphosothando :
why Mele Kube nama vip emcimbini
2026-09-08 20:04:38
8
To see more videos from user @unclelang75, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About