@revmpanzancg: Part 1 of 2.

Rev Mpanza NCG
Rev Mpanza NCG
Open In TikTok:
Region: ZA
Saturday 12 September 2026 16:17:05 GMT
17713
343
123
55

Music

Download

Comments

philanpistolndlov
Hluphizwe ZY :
ubaba makafundise ngeshlabelelo samanazaretho ngoba yiso asazi kangcono, angafundisi ngoJesu ngoba akazilutho ngo Jesu. umathewu 24:27 ngokuba njengonyazi luphuma empumalanga lubonakale kuze kube-sentshonalanga kuyakubanjalo ukufika kweNdodana yomuntu, ubaba yena uthi uJesu ngeke abuye 😃
2026-09-12 17:57:23
5
nhlanhla.mkhize93
Nhlanhla Mkhize :
Uzobuya baba on this app🙏
2026-09-12 21:15:32
0
jordanrandall02
Jordan :
ukuthi uJesu uyobuya akusiyo inkoloze yamaRoma kodwa kusho yiBhayibheli naye uJesu nanka amavesi ashoyo ukuthi uzobuya futhi John 14:1-4, Revelation 1:7, Acts 1:8-11, Mathew 24:3,27,30&31,1Corinthians 15:60-58, 1Thessalonians 4:13-18, Revelation 22:7,12&20. Jesus is coming again.
2026-09-13 12:59:16
2
mi.sibisi
Mlu sibisi :
awu ngikukhonze kangaka washaya eceleni
2026-09-13 04:08:17
1
gugulamagugupreci
Gugu Lamagugu Precio :
ngicela upart 2 please
2026-09-12 21:00:20
0
user3602286103146
Rise And Shine :
Mnj thina maChrists sididekile mnj.
2026-09-13 06:16:12
0
thamincduum
thamincduum :
Ngeke Baba Mshumayeli Nihlezi nigxeka Amanye AmaSonto, Mina Ngikhuza njalo Uma Abantu bethuka iBandla LaMaNazaretha, Bethuka uNyazi. Let us proclaim the Mistery of Faith, Christ Has died, Christ is Risen, Christ will Come again. Uyagxeka awufundisi Mshumayeli. Baba Yekani ukugxeka AmaKrestu. You Must Focus KwiSihlabelelo SaMaNazaretha. Uze uyasho ukuthi wafunda ezikoleni Zama Krestu. Yingakho ugxeka ubukrestu namhlanje. Iphutha Leli okhuluma ngalo Mshumayeli.
2026-09-13 03:58:15
2
thokozaningubane11
Mshikashika :
ayi bo akukho jesu wabuya.
2026-09-12 19:28:58
1
tshathangobe
Khathide Ngobe :
Hee heee heeeeeeeeeee!!! Angihleki ngiyalinganisa weThabekhulu!
2026-09-14 05:47:10
0
mahase.palesa
Mahase Palesa :
i Bible nilifundelani ningakholelwa ku Jesu fundisani ngelenu I Bible
2026-09-13 14:20:11
1
ongasweli
Ongasweli :
Ingoba kwase kuza uMoya ONgcwele okwesikhashana kodwa wona uJohane 16:16-20 isihloko sithi ukumuka nokubuya kukaYeshua and 2Peter 3:1-7 ngingomunye owugcinayo umthetho kaYawhusha
2026-09-13 05:59:30
0
zanele7944
Zanele :
ngicela kubuza ukuthi wavukangempelani uYahwe
2026-09-12 21:10:38
0
siyabongazodiiacm
siyabongazodiiacm :
Isihlabelelo 50 sithini sona?
2026-09-13 00:48:53
0
nhlanhla.nhlanhla61
Nhlanhla Nhlanhla :
Cha thina asikwazi lokho okushoyo,yizinto ozakhela zona wena baba Mpanza othi sazimukela thina. kuyizinto ozakhela zona!
2026-09-14 14:22:08
0
quntaqwabe
Quabe :
Amaqiniso atholakala ebhayibhelini ayahlanekezelwa. Umuntu akabambisise lokho anakho.
2026-09-12 18:26:14
0
sbu_ntengelutho_cbu
King👑 Ntengelutho 0% CBU🔥👑 :
UNJALO UMOYA OPHIKISA AMANYE AMAVESI UYAVUMA AMANYE UYAWAPHIKISA FUTHI UMBATHA KAKHULU ABANTU ABAHLONIAHWAYO NABAKHULU 🙏
2026-09-13 05:58:48
0
bonganimanqele
bonganimanqele :
usuku lwangesonto usuku lokuvuka kwabafileyo 1st Corinth 15:29) ingabe inkosi iyokuvula amehlo!
2026-09-13 03:43:57
1
siwemhlungumhlung
siwemhlungumhlung :
smen
2026-09-12 16:30:24
0
michelle.2.05
Michelle 2.0🦄🦄❤️ :
Amein 🙏
2026-09-13 16:44:44
0
skukure
skukure :
ngiyayithanda kodwa mina
2026-09-13 05:58:43
0
bhekuafrxx6
Nyathela ngensimbi :
Ay wangphoxa urev Mpanza
2026-09-14 15:41:50
0
ish79669
Task Team :
syabonga syakuzwa baba
2026-09-13 17:22:43
0
user3008122784548
Mbheshu :
Kona mebuya uyobathatha kanjan abantu emhlabebi wonke,uyobe eme kuphi?
2026-09-13 09:58:45
0
manjeza58
Manjeza :
Phendukani bafowethu namukele u Jesu Kristu njenge Nkosi no Msindisi
2026-09-13 15:01:33
1
muzokhona.ntshang
Muzokhona Ntshangase :
Amein🙏🏿
2026-09-12 16:55:41
0
To see more videos from user @revmpanzancg, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About