@gagasifmnews: [BUKA] Amalungu enhlangano elwela amalungelo abantu emisebenzini i-Labour and Civic Organisation ehambisana noMemgameli wayo uMlu Zondi kanye nezisulu ezithi ziqolwe imali emuva kokugwazela izikhala zomsebenzi kuMnyango wezeMpilo eKZN, asegasele emzini wowesifazane owuthisha eGrange ePietermaritzburg, osolwa ngokuthatha izimali zabantu ebathembisa umsebenzi emnyangweni kahulumeni. Lona wesifazane ekanye nabanye ozakwabo kuvele ukuthi useqole abantu imali engaphezu ku R1 million. Umnyango ubungakaphawuli mayelana nalezi zinsolo. #gagasifmnews #gagasifm

Gagasi FM News
Gagasi FM News
Open In TikTok:
Region: ZA
Monday 14 September 2026 12:05:48 GMT
9320
237
6
24

Music

Download

Comments

maapasss
maapas :
how police feel comfortable with long hair on operation really
2026-09-14 13:34:56
1
gazik9
GaziK9 :
Corruptor and corruptee! Ababhale ama statement ukthi they were involved in corruption!
2026-09-14 13:32:18
0
user4196055742862
user4196055742862 :
Kukuphilana
2026-09-14 14:28:54
0
giftgazu86
GiftGazu86 :
kuhlezi kushiwo ukuthi Abantu abezwa ngendaba yokugwazela umsebenzi
2026-09-14 14:32:18
0
inkosazanayendlovukazi
Ndlovukazi❤️ :
Manini umuntu wakwa Education ungenakanjani kwa Health kwaHR?
2026-09-14 14:31:38
0
lwandiswe02
@simochamane881 :
Ezakwethu madoda.
2026-09-14 13:49:44
3
saziso.manyosi.mt1
Saziso Manyosi Mthembu :
inkinga yamaphoyisa esfazane ayaphapha 2much ay lezinto
2026-09-14 13:25:01
10
user7731066703667
iSabeloS'kafuthuzile :
Ufika nje Pepepeeee
2026-09-14 14:00:44
2
inkosazanayendlovukazi
Ndlovukazi❤️ :
How is this female officer going to assist bring law and order if she is becoming part of the problem 😳😳 Hhaibo
2026-09-14 14:33:25
0
coach_tyson
Tyson :
🥰🥰🥰
2026-09-14 12:43:32
1
To see more videos from user @gagasifmnews, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About