@prince_nqokonqoko: Replying to @igugu700 Uma uqamba amanga, kufanele uqambe nalawo ozovika ngawo lawo owaqambe ekuqaleni. Uma ebanjwa nalawo, kufanele uthole awokuvikela lawo asebanjiwe, njll. Kuba wuchungechunge, bese uphila ngawo!

Prince_Nqokonqoko
Prince_Nqokonqoko
Open In TikTok:
Region: ZA
Monday 14 September 2026 14:46:57 GMT
12332
495
33
13

Music

Download

Comments

prince.phathani.mthethwa
Prince Phathani Mthethwa👑 :
He knows exactly what people want to hear 👂 😂👏👏
2026-09-14 19:52:27
0
mahlase.sihle.sib
MaHlase - Sihle Sibisi :
😂😂😂😂weeeeee
2026-09-14 15:30:03
1
pabimere
BADIMO BA TEMOTHUO 👸🏿🤴🏿🐆 :
KE TLHOMPA TLHAGO, I HONOR IMVELO NOT BIBLE 👑
2026-09-14 17:27:54
1
mzansiiiiiii
🇿🇦 :
Bible alivumi ukuthi umuntu athakathe. Alivumi futhi ukuthi uhlukumeze umuntu wesfazane, noma uqambe amanga. So which Bible is he reading?
2026-09-14 15:06:06
12
lokothwayo_dafarmer97
lokothwayo_dafarmer97 :
Zulu omuhle iNgonyama uSmakade uzobuyela endaweni yakhe. UBhuti okhulumayo uzophuma. All in due time
2026-09-14 15:18:57
14
ngishadile.no.nok
ngishadile no Nokuthula :
I stella kodwa inkinga
2026-09-14 15:32:41
8
mlondihadebengelengele
Malum' Bhut' Babazi :
uShenge wasilahlisa kakhulu
2026-09-14 16:01:25
9
mashelizidudla_mtolo
Mashelizidudla Mtolo :
Iyaphupha leNkosi
2026-09-14 15:40:36
7
_thefurher
Job'Omkhulu Mondise :
Unamanga lomjita😂😂😂😂😂akalazi I Bible😂😂😂😂
2026-09-14 15:14:50
8
nosie558
nosie558 :
Eyi akumanga nkosiyami kulomfana😅
2026-09-14 20:29:06
0
vusinkosi400
Vusi Nkosi400 :
Inamanga nayinto
2026-09-14 17:19:36
2
user42814875804723
SOSHA MZILIKAZI 1 :
🤣🤣🤣🤣🤣🤣 kunzima
2026-09-14 15:32:17
3
pumba_lindokuhlemathe
Lindokuhle Mathe :
Kodwa!!!!
2026-09-14 19:36:06
0
ibambabukhosi
Ibambabukhosi laseMsizini :
Akuhhemi bakithi
2026-09-14 15:42:48
1
drcwezu1
Dr cwezu1 :
....Zulu omnyama....[Tears of joy]
2026-09-14 17:59:29
0
sokisi19
sbu :
🤔as from today Angisophinde kube khona ama leaders engoke ngiphinde ngiwathathe seriously 🤞ai imisangano yonke lezinto😥
2026-09-14 17:44:45
0
benedict_mbhele
B_Mbhele :
Akanaso isithunzi sobukhosi.
2026-09-14 15:01:42
7
kwazi.mpungose
kwazi mpungose :
Ingani uwaqambile amanga wathi ulondicare awumazi
2026-09-14 14:51:57
6
simpleai.co
simpleai.co :
Welele inganekwane. Wathi uyathakatha lenkosi yabo futhi ngiyasesaba iStella Artois
2026-09-14 19:47:56
1
mtuzel
Ndonga :
Ngisaxakekile ngoba amanga uwafunde kowamngcoba Ramaphosa noshenge
2026-09-14 15:26:03
2
mjiksronaldo
isphikeleli se chalaha :
uyakhumbula usahamba amacala wawungapheli ebuhleni anele aphela usushintshile ay umuntu umuntu ubuze ku zuma kwenzakalani ejikela ushembe mfana
2026-09-14 16:46:31
0
mshanawakwasibisi
Bhubesi Mshangros Sibisi :
Uma ke sesiholwa nge bible, ay kushukuthi nobukhosi bakwa Zulu sebu captured. Phela i-bible sonke siyazi lafika nobani futhi ngaziphi izinhloso. Ooh heee ay
2026-09-14 17:40:23
1
ndosimagaye7
ndosimagaye7 :
Ukube angiyibonanga ekaMntwana uLondiwe.
2026-09-14 15:31:24
1
To see more videos from user @prince_nqokonqoko, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About