@killerverse.nuz: INKOSI INYANGAYEZULU!!!! . quote "ENENHLANHLA EMBI" . INkosi iNyangayezulu isake yangena eTempelini emzini wayo eGospel eMthwalume,owangafundwa umthandazo weSabata ngalolosuku yavele yahlabelela isihlabelelo,yehluleka ukusiqeda yakhala,yasula ngeduku izinyembezi ikhala. . Isihlabelelo saqedelwa uMfundisi uMagubane kodwa wasewuMvangeli ngaleso sikhati. UMagubane wahlabelela waze wasihamisha isihlabelelo....lutho iNyangayezulu ukuqhubeka kwaphela imizuzu ikhala. Yase isikhuluma ebhombeni,yati, "Uma nginibona nibaningi kangaka NGIPHATHEKA KABI ngoba ukwanda kwabantu UKWANDA KOKONA. . Namhlanje angizukushumayela,kodwa ozohamba lapha engambonile uNkulunkulu uyobe ENENHLANHLA EMBI." Yasho intoyasezulwini yaphuma eTempelini. Kwatiwa abaye kozibika kuyo iNkosi,bati beseza bengakafiki kuyo,bayibona iNkosi iqhweba kuzo zonke izindawo ngezandla,izulu lahlanganisa amafu ngokushesha lathela imvula manje. INYANGAYEZULU yayikhombisa abebekhona ukuti ubani uNkulunkulu ophethe konke. . Nkulunkulu akanandaba nobuningi bethu kodwa unendaba nokwenza kwethu ukuba senza khona yini akufunayo nokosifaka ezulwini lapho asiholela khona. Asiziphathe kahle maNazareta luthokoze ngathi uNyazi. . #bhombelastimelamasampondo #ilangalamalanga#inyangayezulu #uthingolwenkosazana#unyazilwezulu INKOSI IBUSISE ENIKUZWILE.🙏
SKIBHA SENGANE
Region: ZA
Thursday 17 September 2026 16:34:01 GMT
Music
Download
Comments
Vamumusa :
Amen
2026-09-18 18:44:24
1
Ndaba kwaSibiya :
Amen baba 🙏
2026-09-18 11:08:14
1
Cala Mountain View Marketplace :
Amen 🛐
2026-09-18 07:25:48
1
Travor Gumede :
🙏🙏 Amen
2026-09-17 23:30:49
1
masheleni ten :
Amen
2026-09-21 11:40:55
0
Mamthembu Mvelase :
AMEN
2026-09-20 12:20:58
0
sphelelemajola447 :
Amen 🙏
2026-09-17 22:08:14
1
Mbalenhle Nxumalo :
🥰🥰🥰🥰🥰
2026-09-17 17:10:03
1
vuyongcobo30 :
🥰🥰🥰
2026-09-19 08:35:22
0
To see more videos from user @killerverse.nuz, please go to the Tikwm
homepage.