Nomalanga Gwala :
Sorry gel,next time.
Ask a man to meet somewhere as i date,nixoxe ,umtshele nje ukuthi ufuna ukumazi kahle,akutshele yena ukuthi ungubani,uphunaphi futhi uyaphi. Akulona uthando ukuyiswa grooming yakhe.Into yokugcina nje leyo,umfana mele atshelwe uwena ukuthi usu ready to give yourself to him.
Ukuthi usuzele akusho ukuthi sekufe lonke ilungelo nesithunzi salho.
Ave umuhle, usemncane,uzithobile futhi,so you deserve better than this.
Umuntu okhuluna nawe ngokungabi nje banhlonipho,suka nje eduze kwakhe.
Ngigugile mina 57yrs.old,but izjnsizwa engakhula nazo,nanamhlanje zisangihlonipha,ngento eyayiphuma emlonyeni wami if insizwa izibika.
❤️phephisa love,uzokhjla othandweni.💪
2026-09-21 04:42:41