@podcast_club4: #trending #shortvideo #fyp #podcast #youtubeshorts

@Podcast_Club
@Podcast_Club
Open In TikTok:
Region: ZA
Friday 25 September 2026 17:11:38 GMT
11966
648
12
9

Music

Download

Comments

ngolotshenifihlum
Ngolotsheni Fihlumth :
🤣🤣🤣🤣 amanga
2026-09-25 19:00:52
4
mkhulu.dhlamini
Mkhulu Dhlamini :
Mkhulu ngiyakuzwa ngincela ukuphawula la angikuphikisi ngempela Siphiwe Manzi singabathandazi Mina nje ngoba ngiphiwe ngamakhambi okwelapha Mina ngaphupha ngi ngitshima Malo ihashi elimhlophe ngempela asiliphuzi siliphalaze dathunyelwa emanzini sohlanjululwa Mina azange bangithumela kumuntu bangithumela nje ukuyobhala imithi yokwelapha ngempela iNZuza iyasingada ngempela Mina kuze likhulume emadlebeni 🙏🙏🙏
2026-09-25 17:47:49
3
zinhle676
zinhle :
Mkhulu 🙌🙌🙌🙌
2026-09-25 22:03:39
0
flawa.yami
Goddess YaMakhosi Mashobane :
YES !!
2026-09-25 20:03:28
0
user1937522511924
mbali :
Sawubona mkhulu. Yoh Mina lomoya usufike kaningi kimi uzichaza ubuza nokuthi ubani wathi nginenzuza emhlophe ngoba nginenzuza emnyama. Yaze yathi igqoka ubuhlalu yona obu red black and white. Kwesinye isikhathi kwaqhamuka umuntu wathi kambe Nina abantu be Nzuza niyaziqheya. Ngizibone Nami sengibhampa impela. Inkinga angazi iyalungiswa yini
2026-09-25 21:24:44
0
156zinhle
zinhle mchunu :
mkhulu mina ngayphupha inkanyambha,nenyoka emhlophe
2026-09-25 19:55:11
0
mkhulu.dhlamini
Mkhulu Dhlamini :
mkhulu angiyiphuphanga believe me or not nginofakazi engangihamba nabo iNkanyamba ngayibona ngamehlo kwashintsha izulu kwaphinde kwaba nontuli lothuli lalingivala amehlo ngesiphika ngezwa izwi lithi khuluma naye umKhulu ubongelele umtshele ungubani ngakwenza lokho esesizungezile lathi lelizwi uzabulala labantwana babantu kusasa bese bathi uthwele ngabo sengincedile senzwa noma isukaka ngayibheka ngemuva yayinamakhala werain bow kuthe isisukile kwanetha imvula la Thina sikhona yaphinde yathula kwaba ukuhamba kwethu yes sasithukile akekho owayekhulumisa omunye bheka emva kwamalanga amathathu ngaphupha umuntu ingathi uthi ungabothuka ngabona ngomsila futhi we rainbow Mkhulu kuningi Kimi ngingancaza kuze kuhlwe ngayibona ngamehlo 🙏ingathi ningangibiza nginincazele ngami ngalohambo Lami ngafuna umuntu ukuthi angilungisele wangigcosha wathi uyangilinga noma kaningi Mina ngigcoshwa abasebenzeli Mina ngizohlola kodwa Mina sengibona ezakhe ngikhukhumale ngibhodlise okwebhubesi asbonge🙏
2026-09-25 18:03:47
2
nokthula770
nokthula :
Mkhulu🙌🙌🙌🙌
2026-09-25 21:17:52
0
princel_hlongwane
Prince. L Hlongwane (Mqhele) :
Weleleee inganekwane...
2026-09-25 21:35:55
0
To see more videos from user @podcast_club4, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About