@mjaheni10: Ivukile bafana

Mjaheni
Mjaheni
Open In TikTok:
Region: ZA
Friday 25 September 2026 22:26:58 GMT
78799
9309
512
110

Music

Download

Comments

nokwethaba.myeni
Nonjabulo WaMaNgunii :
UKhombabayek Lona Even ubhutii Scebii Knows Him🥰🥰Even if I'm Not Mistaken Banayo Ingom Bobabili Akavuk Manje Mdala Bakth Lomunt
2026-09-26 14:45:22
1
ane3dgbggu
Mamnguni❤💯 :
hyb ubhut we Abnormal akasaziwa❤
2026-09-26 11:24:16
0
sthelosikamenziwa_09
Sthelosikamenziwa Biyela :
Approved mkhaya wam 🙏
2026-09-27 00:00:20
0
ntombenhle.sibiya73
Ntombenhle Sibiya :
Woew uvukile straight 😍
2026-09-26 23:33:16
0
jamakamnisi_18
Jama KaMnisi :
Ay cha niyaziveza ukt nifika manje kuMaskandi la kumacomments😅😅😅
2026-09-26 07:49:33
58
tshana430
Tshana :
yazi mufunda ama comments uyabona most yabantu abawazi umaskandi 😂😂bawqala manje
2026-09-26 06:53:38
226
mabonzaur
Mabonzaur :
Welcome back Khombas
2026-09-26 10:11:40
0
emanseleni2
Nsele PHATHUDUMO eMsinga 🌀 :
khona abathi ingoma ka Scebi Lena😀 umaSkandi aniwazi Ngane Zakwethu niyawu Pretend 🙌🙌💔 Lo ukhomba bayeke♥️uye Mculi wokuqala owazama uShuni ka Scebi 💔 uScebi wakujabulela lokho ngoba uyambiza nasezi bongweni zakhe♥️lengoba Ayisho kanjena kwaphela♥️khona lapheqala khona uthi uthanda uShuni ka Scebi mesecula ingoma zakhe
2026-09-26 09:49:26
58
dube1666
Luu@1666 :
chaaa nizivezile kuma comment ukuthi umaskandi niwuqala manje🤣🤣🤣🤞
2026-09-26 08:37:31
72
thegamechangehh
@sboniso Yende :
kubo bonke labafananyana abancane abaculisa kukaScebi gede nayi inkunzi yamii min ngsuka kdaLa khona eyayithi Umakhwapheni🔥🔥🔥ngingajabula uma ingabuya inkunzi
2026-09-26 04:22:18
150
user68167532778375
EyamaNtungwa@99 :
🤣🤣🤣🤣kant abantu bawqale nini uMaskand uma bengamaz uKhombabayeke
2026-09-26 15:49:43
43
manlinda_1
ManLinda :
Yazi kuma Comments inqwaba iqale umaskandi ngoba sekukhona oFeza noMafikizolo[Tears of joy] Yey mdala uKhombabayeke. Ungumculi wokuqala ngqa endimeni ukukhipha i-Album eyaqodhwa efonini😂 kwakusaphila uScebi & naye uScebi uyayazi le ngoma akabanga nankinga nale nkunzi. igama le ngoma ithi, "uthando lwengoma" Ngisho uKhuzane "Indlamlenze" uyayazi le nkunzi, yaduma ngengoma ethi "iAbnormal" [Big LOL]
2026-09-26 07:52:10
36
ckhinkily
ckhinkily :
inkunziyamadoda😂😂😂
2026-09-26 11:34:38
33
qamelihle.gwanyana
MAJOZI 🥰NGOZA :
shuthi nina niwaze manje umaskandi bafethu ngeke aibo
2026-09-26 12:25:12
12
nkosentle3
nkosentle3 :
aybo ingoma kaScebi nje lena kanti kwenzenjani nadla mandla kascebi
2026-09-26 06:32:42
14
kwenzekile31
kwenzekile :
bayabonakala abantu abangawazi umaskandi . uScebi wamthandakabi lobhuti Kade acula ningalwi ngoba uScebi wamupha izibusiso esaphila
2026-09-26 14:07:49
10
.andile01
andile😉 :
khombabayeke ..umculi wokuqala owa recorde album yonke nge foni😅
2026-09-26 15:15:07
5
www.shevu
shevu-Omnyama13 :
naba abantu esibaziyo abakade baba Ama Top fan ka Scebi ayilaba Abavuka manJe Sebedla Ngaye💔
2026-09-26 08:11:11
15
mhlabadumakude
Mhlaba Dumakude :
Okuhle nje oScebi ula alele khona nje uyazi ukuthi ububukela kuye, nengoma wayiqopha esaphila wakuthakasela lokho but sebemgakhulumake abangazi
2026-09-26 11:12:26
6
tman2095
Mzukulu ka Mshokobezi :
cha aniwazi maskandi lana ukhomba wayelingisa abaculi kulengoma
2026-09-26 06:52:56
7
madukezweni
SN GQABELA✅⭕️💯 :
Khomba Bayeke woza mfan ave ngikukhonzile ingicika uduu lento yakho yokunyamalala endimeni
2026-09-26 08:47:52
5
user45145560501344
⚫️black hammer⚫️ :
eyy niwuqale manje ngempela umaskandi yazi
2026-09-26 06:28:29
4
mrenah07
Mrenah :
kanti ekaban lengoma akiyo ekaScebi
2026-09-26 04:47:52
5
lifein713
life :
hay lengoma akusiyo eka scebi kanti
2026-09-26 05:31:03
12
lindiwe8894
Lindiwe88 :
khulumani into eyodwake kwenzekani manje la[Innocent]
2026-09-26 14:36:23
0
To see more videos from user @mjaheni10, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About