Wethu37 :
My babymama we break up 7 years, ngamncenka unyaka wonke ngacisha ngahlanya ,ngamyeka ngakhohlwangaye ngathola enye intombi yangithanda ngaze angazisola ngomncenga ngajabulela ukhohlwangaye ,sinengane manjenalena ,umawengane wokuqala washata 2years back ,ngaphelelwa umsebenzi last year ngamtshela angizokhona umnikeza lemali bengimnikayona ,from last year my ex babymama ebengithumela imali ,makunomsebenzi azwayongawo engitshela wade wangenzela cv engifakela mayezwile ukuthi kufunwa uqashwa ,manjelona nginaye or lobenginaye ungishiya or ungishiyile asobona ukuthi all along imali ngiyithola from my ex ,manje ngiwutholile umsebenzi but my ex still umangiyolanda ingane ngimthola sethengele lengane nginayo ama present,. lendoda ayishatile ayingifuni izenza ubaba enganeni bazebaxabane bangifonele ingibuzele ndoda kutheni ngilanda ingane engekho ,makukhulunywangam ishesha ikhulume udoti ngam sengade ngamkela ngoba soze ngingayiboni eyam ingane ,my Ex always record this guy bese angithumele ,ngithe mangimtshela angisawalali makayeke uwathumela uvumenje but still usaqhubeka ,manje angisazi angifuni kuhlukana nalonginaye and ngibangamtshela akholutho phakathikwethu uthi mina angisaboni ukuthi lomntu ufuna ubuya ,mina ngithi angisazingeni ngamncenga ngaze ngaze angulufuna uthandolwakhe
2026-09-28 10:01:31