@ibhelelegacy: BAZOHLEKA BODWA OSOMABHIZINISI ABANCANE ENKABENI YETHEKU Bazohleka bodwa osomabhizinisi abancane enkabeni yedolobha laseThekwini, njengoba uMavava Sikhakhane ekhankasela ukubhekana nenkinga yabokufika abakuleli ngokungemthetho. USikhakhane uphinde waphonsela uhulumeni inselelo, ethi akufanele kuvunyelwe ukusetshenziswa budedengu kohlelo lokuthola izimvume zababaleki ngoMnyango Wezasekhaya. Unxuse ukuba kuqiniswe ukuqashwa kwalolu hlelo nokulandelwa kwemithetho yokungena nokuhlala kuleli.
IBhele Legacy 📸
Region: ZA
Thursday 08 October 2026 06:26:14 GMT
Music
Download
Comments
Dee :
yeeebo yeees Baba soon as now
2026-10-08 11:19:49
0
L :
nalithola voting lami
2026-10-08 07:15:19
0
salome_lulu07 :
thank you cause wow ba to much
2026-10-08 10:26:50
0
sipho :
azikhale
2026-10-08 12:37:25
0
BALLITO :
this guy is working hard for people of KZN🙏🙏🙏🙏🙏
2026-10-08 14:06:24
1
alex :
viva Mboma
2026-10-08 09:42:09
0
Gogo zulu :
kodwa noma bengathini ngomavava anginandaba lomuntu uphiwe umqondo 💪💪💪
2026-10-08 07:42:10
10
"SOSO" :
Sengizovotela mavava
2026-10-08 08:43:12
6
The Golden Tiger 🐯 :
Viva Mavava Viva 🚨 🔥
2026-10-08 11:54:00
3
Mzwandile Tororo Cele :
Uqinisile vele🤞
2026-10-08 07:49:31
3
@ThullohMbatha :
Uma nje abaholi be IFP bengeke bemshintshe umqondo ubhut Mavava🥺🥺
2026-10-08 09:22:12
4
king Welile Ngema :
Abasinike I peace impela 💪💪💪💪
2026-10-08 08:35:57
5
Sbonelo Mkhwane :
nalithola lakithi
2026-10-08 08:31:27
1
3 :
Azikhale❤️❤️❤️❤️
2026-10-08 09:05:33
1
Zaza londy :
siyacela please
2026-10-08 08:30:50
1
FAA :
Ngiyamthanda bhuti Mavava, indoda ehlakaniphile engachemi namuntu, PHAKAMA MBOMA
2026-10-08 08:39:26
3
Zamazizi Dlamini :
syabonga kuzwa lawomazwi ,iya phambili indloovu ,ongakobon ngeke Sabona ,sifuna hulumeni ongalambile njengawe baba wethu [Heartwarming][Heartwarming][Heartwarming]
2026-10-08 09:18:46
2
smangi :
Hlangana Zulu
2026-10-08 13:42:44
0
Zama Dlamini :
sekukhule insizwa ke manje kuzokwenzeka I trust you
2026-10-08 10:19:03
2
bafana ka gogo :
🤝🇿🇦💯❤️✊😢😭Sawbona bhuti MAVAVA siyace niphakame
2026-10-08 07:58:59
1
Lelo Manyosi :
bahlezi ngenkani
2026-10-08 12:49:31
0
user7499714841233 :
Sifikile
2026-10-08 14:28:53
0
Mendy Ngcobo :
Mboma 🤛🤛🤛
2026-10-08 08:48:40
1
#Mamzo o Fit :
ViVa Mavava ViVa
2026-10-08 12:58:11
0
sfisocebekhulu :
big up city of Durban
2026-10-08 13:46:25
0
To see more videos from user @ibhelelegacy, please go to the Tikwm
homepage.