@nkosied62gmail.com: kuningi esikwenzayo nesikulungisayo ngezimpilo zethu kdwa siyakhohlwa ilezingelosi okuyizona eziphethe izimpilo zethu ezasicela ukuba size emhlabeni asizikhumbuli ngoba abanye bethu abanalo ulwazi ngazo futh nazo azikaze zizibonakalise kithi sizibonela kdwa uyaye ubone nje ukth kukhona lo uhlela impilo yakho ngenxa yezinto ezibuye zenzeke ungazi zenzeke kanjan futh ziphumelele mase sona ngokuthi sibonge abawrong noma endaweni engafanele #isintu #usiko #azibuyelemasisweni🛖
Nkosie kamaNene
Region: ZA
Thursday 08 October 2026 07:29:27 GMT
Music
Download
Comments
Global-Eye-Tee :
amen Khehla
2026-10-08 15:18:46
2
user2345379441251 :
syabonga mkhulu , inkosi ikubusise 🙏
2026-10-09 12:10:06
2
MANZEZULU👑 :
2026-10-08 19:33:32
1
user7285484336730 :
uma kuyisona isidalwa sami kuyisona umnikazi womuzi . mina yiso sathi angisakhele umuzi waso . kodwa asikuthokozeli ukuba ngisebenzise imali yaso ngingaqalanga kuso . manje asisafuni ngisize until ngilungise okwaso okungumuzi was
2026-10-08 18:37:37
4
user2788161645523 :
syabonga celukbuza Uma kuwumuzi womuntu wesimame ongagcagcile kukhuluma baninuwubika kanjani
2026-10-10 12:39:15
2
R-Mashizo :
aze amakhulu amazwi mkhulu syabonga lwande ulwazi onalo uphile njalo
2026-10-09 11:40:18
2
xoxoliyagwinya :
Mkhulu Ntombela siyabonga ukusipha iziyalo zempilo
2026-10-10 07:51:35
2
Sir Mthiya :
Ameni
2026-10-08 12:54:12
1
user55300629669296 :
ingoni lasenhla
2026-10-09 03:15:47
1
B :
isidalwa bakithi
2026-10-08 15:50:54
1
Dimelihle🇿🇦 :
Yabuya futhi lenkulumo I've been practicing it...and i can see changes in my life🥰
2026-10-11 02:29:28
1
Bhubesi :
Siyabonga ngokusibonisa
2026-10-11 00:27:58
1
sinqasengane indikindiki😎 :
Cha mtakamkhulu ngikuzwa
2026-10-08 15:45:24
1
Gcinani ka Mbikiza Ndaba :
Umnikazi womuzi? Ngicela wenabe ungichazele, usho ukuthini uma uthi umnikazi womuzi. Ngibuza ngoba mina ngazi ukuthi umuzi engiwakhayo oka baba ongizalayo
2026-10-09 18:17:35
1
sibongilemsibi78 :
Amen baba
2026-10-08 16:44:59
1
mthizo 🤟🤘🤙 :
Hope
2026-10-11 12:02:55
0
@AirndrewMotsoeneng 02 :
Cela kubuza ngingakwenzan lokho mangabe ngizokwenzela umshan wami umhlonyana or kumele ngivele ngenze ngaphandle kokwenza??
2026-10-11 01:39:02
1
user7285484336730 :
ngiyabonga Mkhulu imfundiso mina kungilimazile ukungaceli kuso .bengingenalo ulwazi futhi ngenza ngokungaqapheli . ngibuye ngibheke okwasekhaya nhoba nhithi kusekhaya . asangakuthokozela loko sasho ukungiduba sihambe nakho konke okwaso .
2026-10-08 18:40:19
1
prettybrown4174 :
Siyabonga 🙏🏼 🥰
2026-10-09 20:44:59
1
FATI WAMALUME :
Kunjalo babe , ngiyakuva mine 👌👌👌
2026-10-11 06:21:54
0
model C zulu :
ijulile lenkulumo ngfundile likhulu kiyo
2026-10-11 07:42:06
1
Johannah Skhosana :
Siyabonga God bless you
2026-10-12 12:43:28
0
Greensalad Ngwane elihle :
Syabonga kakhulu inkosi ikubusise🙏🏽
2026-10-10 21:54:02
1
Khumbulani Mzwandile Ndlela :
bawazelaphi okhokho amakhandlela ngoba afika nabalungu
2026-10-10 09:22:22
0
Nomagugu-ezizwe✨️ :
isdalwa sakho kuba ovuka kuwe noma Ophethe ukusebenza kwakho?
2026-10-10 19:46:47
0
To see more videos from user @nkosied62gmail.com, please go to the Tikwm
homepage.
© 2021-2026 TikWM. All rights reserved.