mabiyela nami ngawakha mina muzi ngiytshela ngeke ngisagana but ngi happy abafana bami no cc wabo bahleli kahle emzini kamawabo 🥰🙏🏽
2026-10-10 13:42:50
24
Sandy :
Ngyakubongela cc basebenzile abafana ukuzala ukuzelula
2026-10-10 08:27:38
15
nontobekomngwengwe :
kwenziwa njenake muzalele khaya b4 ugane . syabonga sisi ukusifundisa
2026-10-10 08:35:03
19
maHlase :
Into engingayikhala injabulo🥰
2026-10-10 07:56:53
14
Nelisile Mbongwa :
yajabula ma Biyela wayeno Baba o usefull
2026-10-10 11:56:44
6
Sindisiwe_sangwenii :
siyabonga cc nezitha ezikuthukayo zojabha uma usiyal ngokuthi ingane zisal komalum bona bajahe ukuyogan nazo ziyodla amafa yabanye obaba cc qhubeka usiyale thin esithanda amaqiniso sinawe❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️❤️
2026-10-10 08:23:26
15
Duduzile :
Ingane ziyakhula 'no. Matter what syakubongela cc🥰🥰🥰
2026-10-10 07:36:30
6
nu :
ngithanda la usuthi khona sonetimes ukuphoxa abazali.kuphenduka isibusiso wow i am so happy foy you ngezinsizwa zakho nobaba wakho nje sibonge wakunika indawo wangakuxosha ekhaya ngalokho buka manje umuzi usukhule kanjani 🙌🙌🙌🙌