Mr TellerBrown :
Ieliphimbo lihlezi licijile
lihlaba enoni la inhliziyo icebekhona,lihlabe njengomcibisholo owelaphoyo la eminye ihlaba yephukele ngokulimaza kodwa owaleliphimbo uhlaba welaphe nala ebukungazwakali zinhlungu namanxeba khona,ligudle lizicingele imigudu,lizificele izinhlungu,qede lilaphe lezonhlungu,lithumele izimpawu zokwelapha ezisakugodola ilanga lishisa bese umzimba ukgcwala uhlevane,abanemizwa wokuzwa ejulile amehlo bese ehlengezela izinyembezi,zibezehla ngendlela esakukhala,akusokukhala,nje awshayiwe,iphimbo eliloliwe,ubumnandi obutholile,ukwelapheka okutholile maqede wabubona,yebo namhlanje ububonile awgcinanga nje ngokukuzwa kodwa ububonile singaboni ngamehlo kuphela kodwa sibona ngazozonke izimpawu zokbona esinazo emzimbeni nasemizweni yethu,kuyingakho nesalakutshelwa sibona ngomopho,,,ayi,asiyvale sobuye siyqhube😂🔥💯❤️🇿🇦🔥😍💯🙌😂🎯🎹🎷🎸🥁📻📺📽️📀🎼🎶▶️⏯️
2026-10-19 16:13:46