Language
English
عربي
Tiếng Việt
русский
français
español
日本語
한글
Deutsch
हिन्दी
简体中文
繁體中文
API
Home
How To Use
Language
English
عربي
Tiếng Việt
русский
français
español
日本語
한글
Deutsch
हिन्दी
简体中文
繁體中文
Home
Detail
@tshathangobe: Lithini iBhayibheli? Part two!
Khathide Ngobe
Open In TikTok:
Region: ZA
Tuesday 03 November 2026 08:12:23 GMT
32417
3340
525
203
Music
Download
No Watermark .mp4 (
26.11MB
)
Watermark .mp4 (
26.11MB
)
Music .mp3
Comments
Khathide Ngobe :
Ngicela ningisize bafwethu nodade, ningezi lapha lulelikhasi nezimfundiso zamasonto enu. Lapha sifunda ibhayibheli selekelela abantu ukuba beze kuJesu, bakholwe nguJesu, balandele uJesu hhayi amasonto enu. Uma wena unamathele esontweni lakho kuyilo ozwa ngalo sicela ungasixoveli abantu bakaNkukunkulu abafuna ukwazi ibhayibheli eliyizwi likaNkulunkulu. Lapha mina akukho sonto engithi abantu abaye kulo, cho! Kuphela nje ngizama ukubakhombisa ukuthi ukukholwa nguJesu kulula kanjani, futhi akusiwona neze umthwalo osindayo lo eniwethweswa ngamasonto enu. Alibongwe igama leNkosi! Amen 🙏🏾
2026-11-03 13:53:25
151
Mncedisi :
kusukela manje sengiyakholwa ujesu🙌🏿
2026-11-03 08:22:05
165
Thembelani Mkhize :
to God be the glory
2026-11-08 10:05:53
0
uMusa :
Aw mfokaNgobe ngyakbongela mfwethu ngokuthola lesambulo
2026-11-03 11:59:18
14
SphindileGwala🙏 child of God :
siyambonga uMoya oyingcwele waze wayicacisa,abafuni ukukholwa uJesu👏👏🙌🙌🙌🙏🙏🤝🤝💯💯
2026-11-03 12:45:16
23
Queen Matshabalala Dambuza :
ave ndithanda ukukumamela xa uthetha nge Bible undenza ndi understande I Bible more
2026-11-03 12:17:36
28
Ngelo :
It is very encouraging to see public figures like you mfoka Ngobe bekhuluma ngezindaba zeZulu. Amen mfowethu uThixo aqhubeke abe nawe akuphe isibindi.
2026-11-03 19:32:03
10
user6308181632926 :
Wayibela kahle ongezwanga akafuni ukuzwa🤝
2026-11-03 11:40:27
11
Prudence Banda :
Ngiyakuthanda mtaka Tixo ,siyabonga ukusikhuthaza ngelizwi lokuphila
2026-11-03 13:01:18
5
mazaza :
Amen bhuti, owakho umsebenzi uwenzile sekuncike kuthina
2026-11-03 12:47:44
9
Mnisi Wemvula 🌦 :
Ewu Siyabonga Mfwethu i,indaba ezinhle sengathi zingazwakala nakwabanye baPhenduke isikhathi sisakhona 🙏
2026-11-03 09:57:43
10
Andile Mbatha :
okunye engifisa kesikhulume ngakho ukuthi yonke lendaba engathi ayipheleli ezulwini kodwa izogcina kumhlaba omusha lapho sekwenziwa intando kaNkulunkulu emhlabeni njengoba yenziwa ezulwini...ngifisa ukuthinte leyo
2026-11-03 09:51:34
5
S@ni :
Khulumile ngobe onezindlebe uzwile
2026-11-03 12:43:12
5
phumlanigama0 :
Amen makati, ume njalo ngaloJesu esimthandayo
2026-11-03 14:55:30
5
Angel Radebe :
ungabi nabanye onkulunkulu ngaphandle kwami,ungazenzeli izithombe ezibaziweyo ,u Jesu christu uyinkosi uyabusa amen
2026-11-03 15:39:47
8
nokuthula nkonyane :
Iyabuya iNkosi yamakhosi amen.
2026-11-03 17:53:31
6
NKOSINATHI🇿🇦 :
UNKULUNKULU uyokuvuza ngokumela kwakho iqiniso, akubusise UNKULUNKULU.
2026-11-03 08:31:23
7
simomsane1 :
uJesu uyinkosi uyabusa
2026-11-03 09:22:00
6
Zaloluyamzonda Ngwenya :
Khathide mfowethu ngeke bathole ngisho Bail or Parole 😂😂😂😂
2026-11-03 12:06:28
6
thandokhumalo64 :
powerful
2026-11-03 19:30:37
1
thandokhumalo64 :
Amen 🙏
2026-11-03 19:28:38
1
Thembi Xulu :
AMEN
2026-11-03 18:20:29
1
Prince Nkosi 🏴☠️. :
into ka Nkulunkulu imnandi maan ine patern 🙏.
2026-11-04 14:40:14
1
Phindi :
Siyabonga mfana wami Kodwa manje ngicela ukubuza ukuthi obaba bethu bafa bekholwa kodwa bengachazelwanga ngokuvuma uJesu njengeNkosi kuzokwenzakalani ngabe
2026-11-04 10:50:24
0
user8174948147436 :
Uma ngikholwa ukuth uJesu uwumsindisi kodwa ngihamba ngiqhuzuka here and there ngyo belong kuliphi iside?
2026-11-03 18:18:41
0
To see more videos from user @tshathangobe, please go to the Tikwm homepage.
Other Videos
Pakistan senior vs juniors same to same but different 👀😂🔥 #foryoupage #foryou #trending #fypシ #viral
#الشعب_الصيني_ماله_حل😂😂 #trend #tiktok #ترند
part 4 . . . . . . . #مسلسل_مازلت_في_السابعه_عشر_الحلقه_23 #1MillionStories #دينيز_تيومان #اراس_ليلى #دينيز_ديمير
those bite marks suggest something way bigger than a dog
About
Robot
API
Legal
Privacy Policy