@mlambo_6: #fyppppppppppppppppppppppp #fyp #kzntiktok

ML🅰️M🅱️O099
ML🅰️M🅱️O099
Open In TikTok:
Region: ZA
Wednesday 04 November 2026 15:37:41 GMT
40505
2667
268
59

Music

Download

Comments

ayandangcobo1133
Ayanda Yaya Mhlungu :
Ngabulawelwa izingane zami ezi 4 😭😭😭😭😭😭letha i amanzi kubuhlungu futhi angeke ngixole nkosi yami
2026-11-05 04:01:31
130
amahle2066
Amahle MaDlamuka❤️🥺 :
I was raped ngina6 yrs ngangasho ekhaya ngoba ngangingazi ukuthi yini iRape💔the more ngikhula ngathola ukuthi yayiWrong leyanto engayenziwa ubhuti wakwaMakhelwane💔😭angikwazi nokusho ngoba ubufakazi angsenabo😔worse ngamuvumela ukuthi angikhumule ngoba I trusted him ngangazi ukuthi Ngeke angenze into ebhedayo😭okub’hlungu nghlezi ngimubona mangsekhaya💔😭🙌
2026-11-04 22:39:04
111
ndlovukazie08
❤️❤️❤️Ndlovukazie❤️❤️❤️ :
Sunday night bashaya ubaba wengane yam phambi kwami ngincenga ngigone ingane ena6 months 😭😭ngazama kuphuthumisela esbhedlela wahizwa ekhanda uhlale 5days ku ICU ngimvakashela ngikhuleka lutho ukululama Friday ngibuya esbhedlela angifikanga endlin ngezwa ngecall eseshonile
2026-11-04 19:23:00
91
samkelo.khomo3
Samkelo_505 :
Ukubona kubulawa u baba wami phambi kwami💔.
2026-11-05 07:27:53
13
user.maggie.0
Mrs Theo :
Apparently when I started to heal I became less and less empathetic
2026-11-05 06:21:16
6
5snothando
Sno_♡♡♡ :
Yadalwa umfana owangisukela yena wathi uyangthand kanti uyazi ukuth yen uzeleni kmin.Wathatha ubuntomb bamii akuphelanga ngishi unyaka ebuthathil wathi ayisasebenz lent yeth mind you mn sengi catch.le sengiytshel ukuth ngek engilahl ngob sengiz ngalal nay.Ngazam ngish nokuzibulal 3 times indlel engangphathek kabii ngakhon 😭😭😭💔
2026-11-05 03:57:59
35
zakithi2263
thenjiwemageba900 :
Isthembu, cha ubaba zange ayicabangisise leyanto yamhlula zisuka nje wasilahla thina nomama okwakunguye umamkhulu. Baba Wahlangana nomfazi wakhe omncane bafeyikha ukufa kuka mama bamanzela death certificate ephila ethwele umthwalo wokusi ukhulisa yedwa. Baya ka old mutual bathi ushonile ba claim izimali. Kuthe eseshone ngempela umama mekuyiwa kwa old mutual umnden watshelwa ukt Kade ashone lowo muntu and izakhishwa zonke izamali ze cover yakhe. Eyi mxxm yabona nje cut.
2026-11-05 08:59:12
17
mamaonojesu
no :
My relatives & sibling
2026-11-05 07:34:26
1
mzukulukambhekane0
Mzukulu kaMbhekane!!🥰🥰 :
ngaxovwa mndeni engizalwa kuwo namanje angibafun laph behamba khona🤝
2026-11-04 19:59:08
47
simonxumalo4
Simo Nxumalo :
Ey umalume wangixhaphaza kakhulu emva kokushona kukamalo
2026-11-05 09:23:05
8
mamtimandeomuhle01
Mamtimande♡muhle01 :
my partner committed suicide engivakashele ...my mom was killed in front of me so nje kuning
2026-11-05 05:13:18
5
mabhungane.925
@Phindile💗🎀 :
family💔
2026-11-05 07:19:15
0
londekamasuku415
Londeka Masuku :
kwath uMah esesbhedlela ngafonelwa omunye womndeni wath uMah wakho nje syobe Simphiwe yinkosi makwenzekile wabuya esbhedlela yey ngakhala ubusuku bonke😭😭😭ngithandaza ngcela kunkulunkulu kwayena akaze ayizwe imthandazo yam💔samncwaba uphuma igazi ngamakhala evuvukele ubuso😭soze ngkhohlwe yey💔😭
2026-11-05 04:10:45
11
phakademabika
MASIMBENJA# U969 :
ulomama owabulala umama wami ngenxa yendoda
2026-11-04 22:47:24
8
zekhethelo361
zekhethelo361 :
Abantu if you have good heart bazokuxhaphaza bekwenze islima 🥹 Bakujwayel Kabi ey Mina bangixhaphazile Abantu emhlabeni ft bangithathile kancane akaze nje ngaluthola uthando hlezi ngithola Abantu abacabanga ukuth bangenzela favour ey ngiyabazonda Abantu abezenza o clever I don't think I will heal in everything 😭 ngilimele kakhulu I wish God can do something about me
2026-11-04 21:37:22
15
thabile.delron
Thabile Delron :
Eii babulala usis wam last born kamama bamlahla bamvelela endlini saze samthola eseqala konakala. okubuhlungu washiya umtanakhe omncane kakhulu💔
2026-11-05 08:28:37
2
nokubonga0010
YIBOH :
Ngalinyazwa abantu engangibethembile😢
2026-11-05 10:41:42
1
attitudeadjustment09
Sceby X.O :
Yakhandwa abantu abafakwa imina empilwen yam
2026-11-05 10:13:03
2
user91096279356177
pearls❤️‍🩹🫀 :
yo'oh 🥺ngashonelwa ingane yentombazane ngo march 2022 ina 1 year four months...last year ngathola ingane yomfana 🥺yashona futhi nayo ngo March 2026 Ayy angazi nokuthi ngithini akukhulumeki 🥺
2026-11-04 22:43:13
5
manothi27
Mzukulu kaGejel'elibomvu🫡 :
mfokababa eiii abantu banesihluku babulala umnewethu bamlahla ehlathini saze samthola eseqala konakala😔😢okwaba buhlungu kakhulu washiya umtanakhe eneyinyanga eziyisthupha esemhlabeni💔
2026-11-05 03:56:58
5
somandla.thothali
Somandla Thothali :
ngilwe kakhulu emhlabeni ngingenamlekeleli ngingenamlamuli ngithwele amazondo odwa ayiii kulungile🙌🙌🙌
2026-11-05 07:27:11
4
user5041954569250
nana :
Iyhoo my mom and her mom made me 😭😭😭😭😭
2026-11-05 07:57:09
2
masokhethabahle69
MASOKHETHABAHLE :
ngayidalwa khayo kobaba basihlukumeza kakhulu sekushone mama behlekisa ngathi behamba besikhuluma besibeka mabala besho khona ukuthi asibuyele khaya komama ngoba akashadanga yeyi lapho sibancane jehova 😭😭😭💔💔💔💔
2026-11-05 06:28:32
1
mamthimkhulu197
Mamthimkhulu@25 :
Yahlukunyezwa abantu engibathandayo nengibathemba ngempilo yami yonke
2026-11-04 20:17:11
4
preciousngcaweni
[email protected] :
Ngenziwa ngabantu
2026-11-05 07:10:46
2
To see more videos from user @mlambo_6, please go to the Tikwm homepage.

Other Videos


About