😂😂Sake sabaleka ngise Rusternburg kwi interview ngathuka sengifaka isiZulu banginika manzi bathi relax take ur time 😅
2026-11-11 12:26:39
522
Phakathwayo woGumede :
"Ngisixove ngasixova ngabek' iphini phezulu" 😂😂😂
2026-11-11 17:45:00
120
khanyo duyaza🤍☠️🖤 :
kmele basiyek sifik siphuzile kuma interviews sokhuluma ke
2026-11-11 15:34:34
223
@SAMKELO NDABA 10 man in 1 :
Min bangibuza ukuthi ngiyeke nin kumsebenzi engangusebenza ngathi Next year
2026-11-11 20:24:49
92
Sir Chiliza :
Ngake ngaya ku interview, I was 30mins early. Umuntu ozongi interviewa wathi "Would you like something to eat before we start??"...ngenhliziyo ngathi "Shembe, seku obvious kakhulu yini ukuthi ngiyalamba😭😭"
2026-11-12 21:22:53
32
Nokuphiwa 🇿🇦 🇬🇧 :
Yazi nami kulomsebenzi engikuwo angikhumbuli nje ngiphendula into ezwakalayo lapho ngisemazweni kodwa luckily bangithatha 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣