mina nginoku paka imoto esgangeni lakushaya khona umoya kamnandi if uzongbukela kude ngazufunge kuth ngyajola kanti noooo...ngizihlalele nje ngingedwa qwaba angaz nakwazi just refreshing my mind..peace of mind❤️❤️
2026-11-13 14:46:37
7
Bongiwe dlame :
ey awubatshele Bhuti wami, imina loyo.
2026-11-13 14:00:59
8
gcinani gina :
I thought I was alone 😔
2026-11-13 15:33:10
2
Mazondi omncane0202 :
ayii namii mkhuluu jesuwamii...mn angibhoreki nje mangingedwa
2026-11-13 15:48:25
1
MaSishi02 :
awuwedwa lapho bafo, sikhona
2026-11-13 14:48:49
4
Bongani Zondo :
Yaz! kungcono kanti baningi esifana nabo.
2026-11-13 15:37:02
1
Sammy :
nomuntu oyedwa njeee ukuhlala exoxa nami vele angizwani nakho🤣🤣🤣
2026-11-13 15:14:21
1
Q... Msizi :
It's day3 akaze ngbone muntu and angikho bored nhlobo
2026-11-13 14:35:07
1
To see more videos from user @mhlengimnguni_zn, please go to the Tikwm
homepage.